Music Video

Featured In

Listen to Abanye Bayombona by Deborah Fraser
ALBUMAbanye BayombonaDeborah Fraser
Listen to Deborah Fraser Essentials featuring Deborah Fraser
PLAYLISTDeborah Fraser EssentialsApple Music African
Listen to Tshiamo: Visionary Women featuring Deborah Fraser
PLAYLISTTshiamo: Visionary WomenApple Music

Credits

PERFORMING ARTISTS
Deborah Fraser
Deborah Fraser
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Deborah Fraser
Deborah Fraser
Composer
Sipho Mbele
Sipho Mbele
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Sipho Mbele
Sipho Mbele
Producer

Lyrics

Mmmhhh umakungenxa baba (umakungenxa yobubi bam) Noma kungenxa yobubi (noma kungenxa yezona zam) Mthethelele (mkhulul' ahambe baba) Ahambe baba (ubengena qala) Noma kungenxa yokona kwami (umakungenxa yokona kwami) Noma kungenxa yezona (noma kungenxa yenkohlakalo yami) Mthethelele weJehova (mkhulul' ahambe baba) Yebo baba (Ubengakakoni) Hayi, ayi Hayi, ayi webaba Uphikile umphefumulo Ibuzwile ubuhlungu inhliziyo yami Mawusumthata baba Ngingaka mazi Ngingaka mphathi Ngingaka mniki, lonk' uthando Ekumele ngimnike lona Mmmh-Mmmh Ayaphel' amathemba ami Sincane impela isikhathi asicithe nami Nkosi yami yamukela umoya wakhe Aphumule Umakungenxa yobubi bam (umakungenxa yobubi bam) Umakungenxa yezono zam (noma kungenxa yezona zam) Mthethelele baba (mkhulul' ahambe baba) Mkhulule somandla (Ubengena qala) Awu, umakungenxa yezono zam (umakungenxa yokona kwami) Umakungenxa yenkohlakalo (noma kungenxa yenkohlakalo yami) Mkhulule baba (mkhulul' ahambe baba) Yebo Jehova somandla (Ubengakakoni) Hayi, hayi umakungenxa baba (umakungenxa yobubi bam) Umakungenxa somandla (noma kungenxa yezona zam) Mkhulule ahambe baba (mkhulul' ahambe baba) Yebo baba (Ubengena qala) Ayi umakungenxa yobubi (umakungenxa yokona kwami) Umakungenxa yezona (noma kungenxa yenkohlakalo yami) Mthethelele baba (mkhulul' ahambe baba) Yebo Jehova, somandla (Ubengakakoni) Ayaphel' amathemba wami (ayaphela) Sincane impela isikhathi asicithe nami (asicithe nami) Nkosi yami yamukela (nkosi yami) Umoya wakhe aphumule (umoya wakhe) Umphefumulo wakhe baba (mphefumulo wakhe) Uphephe kuwe Umakungenxa baba (Umakungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezona zam) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengena qala) Hayi umakungenxa yobubi (Umakungenxa yokona kwami) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengakakoni) Hayi ngiyakhalaza kuwe baba (Umakungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezona zam) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengena qala) Heyi yebo baba wami (Umakungenxa yokona kwami) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengakakoni) Hayi ay, hayi ay, hayi (Umakungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezona zam) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengena qala) Umakungenxa yezona zam (Umakungenxa yokona kwami) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengakakoni) Noma kungenxa baba (Umakungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezona zam) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengena qala) Umakungenxa yobubi bam (Umakungenxa yokona kwami) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) (Mkhulul' ahambe baba) (Ubengakakoni)
Writer(s): Sipho Mbele, Deborah Marcia Fraser Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out