Music Video

Dali
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Jabulani Hadebe
Jabulani Hadebe
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Sjava
Sjava
Composer
P-Jay
P-Jay
Songwriter
Jabulani Mthembu
Jabulani Mthembu
Songwriter
Mthembeni Ndevu
Mthembeni Ndevu
Composer
Jabulani Hadebe
Jabulani Hadebe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer
Mthembeni Ndevu
Mthembeni Ndevu
Producer

Lyrics

Mhlawmbe ungethul'umthwalo Mhlawmbe ungethul'umthwalo Uthando lwami bengikunika lona Bekungelakho wedwa emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye Bengith'uyithemba lami ngoba k'sasa lami bengilibona kuwe Bengithi sohlukaniswa ukufa nawe kanti lutho Bengithi uzongivikel'etheni zami kanti ngobulawa nguwe Sekusobala kuthi konke wakusho ngami okuhle you never meant it Ngiyisilima yaz ngoba every time you Told me that you loved me I believed it Kodwa inhliziyo yami iyafun'ukukxolela inqondo angeke ivume ngibuz'ukuthi Engabe yini lengaga yini lengaga Akunika yona, ungayitholi kimi Engabe yini lengaga, yini lengaga akunika yona nginganayo mina Awu Dali Dali sthandwa sami Awu dali dali sthandwa sami Kanti yini ungenza nje kanje kanjena Kanti yini ungenza nje kanje kanjena Kuningi engikufuna kuwe Bengikufuna kuwe mina into elula engekho ingkinga Dali Kunye Ukuthi uthando lwethu lube injabulo inyembezi ngabi into eseduze Bengi kwethemba ngempilo yami Manje ngikhala kuze kuse Akekho ozongiduduza ngathi ngavele ngiduke Kodwa inhliziyo yami iyafuna ukukuxolela ingqondo angeke ivume Kanti yini lengaga Yini lengaga Akunika yona, ungayitholi kimi Ngabe yini lengaga, yini lengaga akunika yona ongaytholi kimi weh boh Awu Dali Dali sthandwa sami Awu dali dali sthandwa sami Kanti yini ungenza nje kanje kanjena Kanti yini ungenza nje kanje kanjena Mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe Ngakuthanda bethi ngibonani kuwe Ngakuthanda bethi soke'sbone Ngakuthanda baby Mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe Ngakuthanda bethi ngibonani kuwe Ngakuthanda bethi soke'sbone Ngakuthanda baby
Writer(s): Ndevu Mthembeni, Jabulani Sihle Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Ndevu Mthembeni, Mfanafuthi Ruff Nkosi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out