Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Big Zulu
Big Zulu
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Edward Gobizembe
Edward Gobizembe
Composer
Siyabonga Nene
Siyabonga Nene
Lyrics

Lyrics

Ma ngingalala amaqhawe ayoshawa la, yeyi Mina ngilivikela mbuso, ngi'vikela mbuso Mina ngilivikela mbuso Nkabi yinsika yesizwe, yeyi Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Ngangena ngasungul'uShun Bath'abadala ozongena akabuyi Bathi lenqola ay'dum Kant' abaphush' abaphans' abavum Hhay suka abadede Mina ngiyinkabi eyazalwa yembethe Hhayi nxe, suka abang'xege Ngawugubha lomgodi nje ngeke bangimele Eshe, lena bath'ayizondi Kwafa kwasan'inkabi ay'xoli Yaz nina aniboni, besithi syadlala Inkabi ayi toy-i Mina ngayiqala ngayimela Ungangitsheli nge beef ngingayihlaba ngingayipheka INation ningayibuza inganitshela Ngigqok'uBrentwood isketi singang'xega Nkabi yinsika yesizwe, yeyi Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Mina ngangena ngaphatha Bas'nikez' is'hlalo ke abanye basaba Mina les'hlalo ngyasthanda Anitshele obehleli seng'khona angahamba Hebe! Les'godi ngiyasthatha Uma kukhona onenkinga abofika ngizomlanda Eshe! Iynsizwa niyophatha isizwe eseNkabi bafana ningapaka Umfana ngingamshaya ngingamkhothisi Nge'nduku zam' ngijike ngingamhlikihli Ubheke ubheke angakukhohlisi Kungabhib' is'londa nje ngijike ngingak'pholisi Loshun owevikelambuso mina ngingedwa ngingagingqa amabutho Uthini? Kukhona onombuzo? Nkabi Nation, Shwele umshubo! Nkabi yinsika yesizwe, yeyi Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Nkabi yinsika yesizwe, yeyi Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso Nkabi livikelambuso, yeyi Uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la, yeyi
Writer(s): Edward Gobizembe, Siyabonga Nene Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out