Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Vocals
NaXion Cross
NaXion Cross
Vocals
Beast Rsa
Beast Rsa
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Composer
Martin Manqoba Sosibo
Martin Manqoba Sosibo
Composer
Malusi Ndlovu
Malusi Ndlovu
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Beast Rsa
Beast Rsa
Producer
Martin Manqoba Sosibo
Martin Manqoba Sosibo
Producer

Lyrics

(Naxion cross on the, yeah you know it ay) Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Phambi kwe alteri Ngimile ngiphethe izimbali Zisho ngamakha amnandi Kugcwel' izihlobo nabangani Yavela yabukana emehlweni Kwagcwaliseka umbhal' enhlizweni Yavela yabukana emehlweni Kwagcwaliseka umbhalo enhlizweni Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Munt'wam ng'bona wena k'phela, akasekho ongak'tshela niks Noma bekhuluma, uyazi angiyindawo angithi? Wang'fica ng'ngenabani, wakhanyisa is'bani Ngoba sewuchazile athi nami ngike ngizame Yazi mangi buka lapho esisuka khona Ang'kholwa kuyeyithina Beng'hlekwa abantu bethi seng'thenga ama weave now Mangithi ngiyak'canywa bathi "Baba cima, cima Nawe udinwe mangik'ncinza Ngik'biza ngo baby, woza lana wena maqondana Unga casuki, tshela mina sthandwa siqathwa ubani? Baby ungavumi bas'nqamule, yazi ngik'thanda njan And ung'chaza blind Masudedela abomancane bakho nge summertime Wang'buz' ukuthi sengak'shiya? Never Wang'buz' ukuthi ubani umtwan' owuk'shisa? Uwena Wang'buza kungcono makunjani? Si together Wang'buz' ukuthi is'khathi esingakanani? Ngath' forever, ya Mina ngifuna wena k'phela my darly Mina ngifuna wena k'phela my darly We been through it all girl the pain and the laughter And manje buka manje sesiyohlangana kwi alter, zyasha Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Writer(s): Malusi Ndlovu, Martin Manqoba Sosibo, Nomfundo Ngcobo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out