Lyrics

(Angiyindawo mina) (Angiyindawo) Kudala ngizitshela ukuthi inkinga ik'mina Umbuzo, ngabe ngiyophumelela mina? Bathi abadala kuyokusiza ukulinda Angikaze ngazitshela ukuthi ngiyoke ngilahle ithemba mina Kulomuzi angiyindawo Lempumelelo ngeyami angiyindawo Ngizohlala khona la ethembeni angiyindawo Ngoba la engsuka khona ngeke ufike ngezinyawo Ngeke ngikushiye sthandwa sami ngkhona angiyindawo Noma bezamazamisa ukholo lwami angiyindawo Angiyindawo Angiyindawo Bayangiqanganisela mina uma nginawe Izolo benghlupheka bangikhiph' inyumbazane Manje ungzalel'amantombazane Nomawele Ngwelecheche yama Juda sithandazele Baqala bangqongqoza kwami base bechel'intelezi Kanti lendele onwabini idlozi lami lababambela ekhoneni Kanti kulomhlaba mina ngangoneni Hhashi elimhlophe noVezuthando bangivikela Kudala ngizitshela ukuthi inkinga ik'mina Umbuzo, ngabe ngiyophumelela mina? Bathi abadala kuyokusiza ukulinda Angikaze ngazitshela ukuthi ngiyoke ngilahle ithemba mina Kulomuzi angiyindawo Lempumelelo ngeyami angiyindawo Ngizohlala khona la ethembeni angiyindawo Ngoba la engsuka khona ngeke ufike ngezinyawo Ngeke ngikushiye sthandwa sami ngkhona angiyindawo Noma bezamazamisa ukholo lwami angiyindawo Angiyindawo Angiyindawo Ntshilo ntshilo mina ngathi sengivuthiwe Ngangena ngaphum' othandweni manje sengaliwe Ngizwe ngabasiki bebunda bethi Ngeke bayeke ukukhuluma ngathi Amathe abuyela kwasfuba Sofa silahlane we juba Ngibheme ngakholwa wena wecuba Ngicela uvule inhliziyo yakho sthandwa Unginike elinye ithuba Ngabuza umama, mama ungizaleleni Kulomhlaba la ningiphatheleni Uxolo mdali ngicela ungithethelele kodwa... Kudala ngizitshela ukuthi inkinga ik'mina Umbuzo, ngabe ngiyophumelela mina? Bathi abadala kuyokusiza ukulinda Angikaze ngazitshela ukuthi ngiyoke ngilahle ithemba mina Kulomuzi angiyindawo Lempumelelo ngeyami angiyindawo Ngizohlala khona la ethembeni angiyindawo Ngoba la engsuka khona ngeke ufike ngezinyawo Ngeke ngikushiye sthandwa sami ngkhona angiyindawo Noma bezamazamisa ukholo lwami angiyindawo Angiyindawo Angiyindawo
Writer(s): Shiwe Mthwazi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out