Lyrics

Uzungamqali uzulu Zovuke hlathini Umzimba ugcwele ameva wena Uzungamthinti okandaba Ngoba unezinsizwa mabhobhodlana abuyehlathini, weh (Nazi izinsizwa zibuya ephashini) awuzweke (Zingabamba impi kuze kuyolamula) kona (Ukushona kwelanga) kulamule ukushona kwelanga (Nazi izinsizwa zibuya ehlathini) awuzweke (Zingabamba impi kuze kuyolamula) Kona (ukushona kwelanga) awu, weh Aweh yeyi wemavaka nansimpi Phezu kwentaba ihloma ngempela Buyelekhaya mangabe ulivaka, weh Nazi lezinsizwa esazi sika amahawu Zalutheka ngokuhlehla kweNgqamu Zishiya nomlilo usha ubuhangu hangu Phansi kwezidwaba sesikhala ngohhawu Yewena nsizwa ubushintsha ukwenza Ekhanda lakho iskhwili bazositheza Ezinye izinsizwa azinabembeza Zokushaya uwe phantsi usushweleza Hhee madoda Hlangana butho nigcwale izihosha Ninjengonwele benigila igoda Ningafani nentombi esafunda ukuqoma, weh, weh, weh Uzungamqali uzulu Zovuke hlathini Umzimba ugcwele ameva wena Uzungamthinti okandaba Ngoba unezinsizwa mabhobhodlana abuyephashini weh (Nazi izinsizwa zibuya ephashini) awuzweke (Zingabamba impi kuze kuyolamula) kona (Ukushona kwelanga) kulamule ukushona kwelanga (Nazi izinsizwa zibuya ephashini) awuzweke (Zingabamba impi kuze kuyolamula) Kona (ukushona kwelanga) awu, weh Asiyeni ei wezinsizwa Anginqeni ngingayibamba ishisa Leyonsimbi ekuthiwa igoba ejalimani mina ngingayigoba ngakithi Ngifika kuyona ngithi qo, qo, qo Mina ngiyinsizwa not iphotocopy Talagu impela nansi imihlolo boh Thinta ng'yaduma ngifuze ikoloyi Buya nganeno Ngizokushaya ngempela Ngadida izikhokho ngimumethe intshela Manje ngempela ngempela Awung'tshele wensizwa ngempela ungangimela yini? Kuqhumimbadada kumosizi Sisha ngempela isimolontshisi Quqaba liyoqwala umqansa masekuqala Lenkinga amanzi engena endlini ngempela Uzungamqali uzulu Zovuke hlathini Umzimba ugcwele ameva wena Uzungamthinti okandaba Ngoba unezinsizwa mabhobhodlana abuyehlathini yoh (Nazi izinsizwa zibuya ephashini) awuzweke (Zingabamba impi kuze kuyolamula) kona (Ukushona kwelanga) kulamule ukushona kwelanga (Nazi izinsizwa zibuya ephashini) awuzweke (Zingabamba impi kuze kuyolamula) (Kona ukushona kwelanga) awu, weh
Writer(s): Lindokuhe Mnqobi Msimango, Sihle Zibani Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out