Lyrics

Ngingo wakho (ngingo wakho Jesu ngingo wakho njalo) Nginge hlukaniswe (ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba) Nginge hlukaniswe (ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba) Nginge hlukaniswe (ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba) Ey (ngingowakho Jesu wami, ngingowakho njalo) Nginge hlukaniswe nawe, noma ngisahamba Nginge hlukaniswe (ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba) Nginge hlukaniswe (ngingehlukaniswe nawe, noma ngisahamba) Anginakho, ngik' nika okunye, inhliziyo yami Ngeka Jesu (ngeka Jesu yena yedwa kuze kube nini) Ngeka Jesu (ngeka Jesu yena yedwa kuze kube nini) Ngeka Jesu (ngeka Jesu yena yedwa kuze kube nini) Ah-ah-ah- Anginakho (ngik' nika okunye, inhliziyo yami) Eka Jesu (ekaJesu yena yedwa kuzekube nini) Eka Jesu (ekaJesu yena yedwa kuzekube nini) Eka Jesu (ekaJesu yena yedwa kuzekube nini) Ah-ah-ah Jesu Nkulunkulu hlala nami njalo (Ngize ngibe yisithandwa sakho oh manje naphakade) Ngize ngibe! (Ngize ngibe yisithandwa sakho oh manje naphakade) Oh Ngize ngibe yiso! (Ngize ngibe yisithandwa sakho oh manje naphakade) Hhe eh hhe (Jesu Nkulunkulu wami hlala nami njalo) Ngibe yisithandwa (Ngibe yisithandwa sakho oh manje naphakade) ngibe yisithandwa sakho Ngibe yisithandwa (Ngibe yisithandwa sakho oh manje naphakade) ngibe yisithandwa sakho Ngibe yisithandwa (ngibe yisithandwa sakho oh manje naphakade), manje naphakade Ngize ngibe (ngibe yisithandwa sakho, manje naphakade) Oh ngize ngibe yiso (ngibe yisithandwa sakho, manje naphakade) (Ngibe yisithandwa ngibe yisithandwa sakho, manje naphakade) Ngibe yisithandwa (ngibe yisithandwa sakho, manje naphakade)
Writer(s): Hlengiwe Mhlaba Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out