Lyrics

Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta Ngiyalizwa izwi lakho Ngiyawesab' amandla akho Liyankenteza ihubo lakho Ngiyalwesab' ulaka lwakho Awu yebo noma kunjal' uyangibekezelela Yebo noma kunjal' uyanginakekela Awu yebo noma kunjal' uyangibekezelela Yebo noma kunjal' uyanginakekela Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta Awu ngithi ngenzokuhle Ngizithole ngenzokubi Ngithi ngiyaziqoqa,kuth' ubub' ukuphi Uthando lwakho lude,lumile aluhluphi Ngifis' ukuziphatha kahle Ngizilonde ngingahluphi Yebo noma kunjal' Uyangibekezelela Yebo noma kunjal' uyanginakekela Yebo noma kunjal' uyangibekezelela Yebo noma kunjal' uyanginakekela Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta
Writer(s): Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out