Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Lyrics
Joe Maurice Mawson
Joe Maurice Mawson
Composer
Karum Nesta Cooper
Karum Nesta Cooper
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Delayde
Delayde
Producer
Webmoms
Webmoms
Producer

Lyrics

Kube ngangazi Kube ngangazi Ngaphoxa abazali badumala Mabethol' ukuthi ng'khulelwe Mabeng'buza ngawe ekhaya Kwabanzima ukubatshela ung'balekele Baba noMama ngicela uxolo Umkhohlisi ung'khohlisile K'thiw' intandane enhle umakhothwa unina Kumele ngiqine mtanami ngik'khulise Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik'nike ubuntombi bami Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik'nike ubuntombi bami Wuye lo umtanakho usekhulile 'Yambona useyintombi engakanani Ezimnandi ukuthi uyasebenza Futhi uyang'nakekela Mangingakhala ngabe ngiqamba amanga Ezib'hlungu ukuthi emoyeni akeneme neze Uhlale ethikuthele, enolaka Mangimbuza ngomkhwenyane akaphenduli Uvele anxaphe athi yena akafuni k'gana Mama amadoda mina ngiyawazonda ayizinja Ubaba wathi uyas'thanda kodwa ekugcineni wasishiya Manje ngidlala abafana Ngihambe ngishayisa Ngoba ngifun' uthando el'zovala is'khala saBaba Kub'hlungu Ng'zothanda kanjani uthando ngingalwazi ngikhula Kub'hlungu Uthi konke akwakhayo kuyabhidlika Kungenxa yakho Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik'nike ubuntombi bami Kube ngangazi Kube ngangazi mina Ngangingeke Ngik'nike ubuntombi bami
Writer(s): Joe Maurice Mawson, Karum Nesta Cooper Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out