Lyrics

WeboSisi bethu nina yekelan ukzehlis'ithunzi Yekani ukuvumela labafana baluthenge ngemal'uthando kini Webo Dadebethu nina yekelani ukuz'lulaz' isdima Yekani ukuz'jwayez' ukuthi iNgwe lana kini idla ngamabala nje Akeni z'thandeehhheh Akeni z'thandeehhheh Akeni z'thandeehhheh Akeni z'thandeehhheh Nganezakweth' anoqaphel indlala Izoniqhatha naBafana benidlale Awufun' ukbizwa ngekati lendawo Qhoqhobal' ismilo sakho Ungabaniki noma sebethi benzani Nom'esefika nemali neymoto Umayekthand' uzok'bekezelela nje Abeyiscefe ekbhalel' umblueticke Futhi aklinde ubewala uzuvume Ngob'uyaz easy come easy go WeboSisi bethu nina yekelan ukzehlis'ithunzi (Wooh) Yekani ukuvumela labafana baluthenge ngemal'uthando kini (Ngemal'thando kini) WeboDadebethu nina yekelani ukuz'lulaz'isdima Yekani ukuz'jwayez' ukuthi iNgwelana kini idla ngamabala nje (Idla ngamabala nje woohoo) Akeni z'thandeehhheh (Uthando nenhlonipho Yikon'enikdingayo) Akeni z'thandeehhheh (Yikon'esikdingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe) Akeni z'thandeehhheh (Uthando nenhlonipho yikon'esik'dingayo) Akeni z'thandeehhheh (Yikon'enik'dingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe) Usthathaph' isibindi sokumb' eqolo Ungakwazi nokuziqhenya ngeqolo Utshikiz' utshakadule ngeqolo lakho (Aw hhaw hhawu) Konk' okuy' gugu kutholwa kanzima Uyimbokode yeGolide emayini Awuziqaje uziqhenye estradini nawe (Wuwoh wuwohh) Mtshele akunaNkomo yathintwa kungena Nkomo la Atatazele ajuluke uswayini Azey'khiphe zihambe ngolayini zonke (Wuwohh hhooh) WeboSisi bethu nina yekelan ukzehlis'ithunzi (Wooh) Yekani ukuvumela labafana baluthenge ngemal'uthando kini (Ngemal'thando kini) WeboDadebethu nina yekelani ukuz'lulaz'isdima Yekani ukuz'jwayez' ukuthi iNgwelana kini idla ngamabala nje (Idla ngamabala nje woohoo) Akeni z'thandeehhheh (Uthando nenhlonipho Yikon'enikdingayo) Akeni z'thandeehhheh (Yikon'esikdingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe) Akeni z'thandeehhheh (Uthando nenhlonipho yikon'esik'dingayo) Akeni z'thandeehhheh (Yikon'enik'dingayo kuze sin' thande Sin' Hloniphe futhi)
Writer(s): Loyiso Theophilus Gwanya, Thami Celinhlahla Nzuza Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out