Lyrics

Oh yeah Oh yeah yeah yeah Yeah yeah yeah You stole my heart manje angisakwazi nokulal' ebsuku Ngyazi abakini abangizwisisi banama issues Uthando lwethu lufana nonyezi malikhanya ebsuku For you I do, I do, I do, I do (I do, I do) Lerato laka le hlwekile njengamanzi ezulu Ngathembisa umama ukuthi ngzom'lethela abazukulu Uwu number one enhlizweni yami angna number two For you I do, I do, I do Sphalaphala sami Oh, ngoduso yami Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali Sphalaphala sami Oh, ngoduso yami Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali Dudlu ntombi dudlu Dudlu dali dudlu Aw since sewangiqoma kulothando my dali angi retire.yi Dudlu ntombi dudlu Dudlu dali dudlu Lezinkomo ngizithenge cash my dali angi laybye.i Uyabona mawenza njena (We misisi) Uyabona mawenza njena Aw, ngizok'thengela (i mercedes) Uyabona mawenza njena (We misisi) Uyabona mawenza njena Aw, ngizok'thengela (i mercedes) And dali mawu smile ngathi u smile.la i photo And mina ngzokuthatha ngzoku introduc.a kugogo And dali mawu smile ngathi u smile.la i photo And mina ngzokuthatha ngzoku introduc.a kugogo Sphalaphala sami Oh, ngoduso yami Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali Sphalaphala sami Oh, ngoduso yami Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Mangibona wena my dali Inhliziyo isho ukugxumagxuma mangibona wena my dali
Writer(s): Bongani Radebe, Ndumiso Mdletshe, Oriah Tshepo Phahlane, Siphelele Dunywa Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out