Lyrics

Umoya weNkosi wathath' uHezekiya wam'beka endaweni Wajikela ngapha wabon' amathambo omileyo kakhulu Wamemez' uHezekiya wathi mathambo mathambo hlanganani Ash' amathambo, eza egijima Umoya kaJehova uyavuselela Khuluma nalesimo iNkosi inamandla Ungithatha la Angibeke le UJesu unobubele ngam
Writer(s): Lusanda Mcinga Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out