Lyrics

Uuuuhh, huuu huu huuu. Nalu uthando Ngicabanga ngawe 'ndlel' omuhle ngayo westhandwa sami. Ngicabanga ngawe ndlel' ongithanda ngayo westhandwa sami. Ngifuna wena wedwa, ngikubone skhathi sonke Uyintokozo yami, uyamangalisa (Thando) Uyangijabulisa uThando (Thando) Nguye uthando, Thando sondela (Thando) Uyangijabulisa uThando (Thando) Nguye uthando, Thando sondela (Thando) Hoooooooo, nguye uthando, nguye uthando (Thando) Hoooooooo, nguye uthando Thando lwam Amehlo akho, ubuhl' obudlul' izinkanyezi sthandwa sami. 'Ndlel' ong'thinta ngayo, engathi ngumoya wasezulwini. Thatha konk' okwam, unginike konk' okwakho. Uyintokozo yam engigcwalisayo (Noma yin' oyifunayo) Noma yin' oyifunayo ngizoyamukela (Ngizoyamukela) Ubokhulum' ungesabi, ngiyazfela ngawe sthandwa Uthando thando Nalu thando lwam
Writer(s): Thebe Jairus Solomon Lekhonkhobe, Bonginkosi Zola Dlamini Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out