Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Thinah Zungu
Thinah Zungu
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Thinah Zungu
Thinah Zungu
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Thinah Zungu
Thinah Zungu
Producer

Lyrics

Ngenzelw' inceba nje Ngifumen' umusa Ngase ng'phiw' igam' elisha Ngingu Thandiwe Hayi ngoba ngingcono Hayi ngoba ngenze kahle Ukuthi nje ngithandiwe Nami ngithandiwe Hay ngoba ngingcwele ngamaphutha Nami ngyahlulek' endleni Ukuthi nje ngithandiwe Awu! ngithandiwe Nami ngnama phutha 'mi Kodw' inkosi ayingbaleli wona Ngithandiwe Hayi, ngithandiwe Sikhath' eside bengihlupheka Bebengihleka nengazana nabo Bengifun' uthando njena Kodwa ngathol' okungaphezulu kwalo Ngaze ngaphiwa negam' elisha, yeah Ngingu Thandiwe Ai ngoba ngingcono ke Ngiphiw' igam' elisha ke Ngithandiw' emazulwini Ngithandwe nokwehluleka kwami ke Langbhek' izulu ke Ngithandiwe x2 Ayi, ngithandiwe Ngithandwe ngingenamali ke Ngithandwe ngibuthakathaka Ngithandiw' emazulwini Oooh, ngithandiwe Ngithandwe ngingenamli ke Ngithandwe ngihlupheka Ngithandiw' emazulwini Oh, Oh, ayi ngithandiwe Inganuy' iqhaw' elinamandla Hamba ngalamandla unikiwe wona Yize nom' unovalo ke baba Kodw' uyafunek' empini Laze lakthand izulu ke Laze laknik' amandla amasha ke Waze waphiwa negama elisha, ei Ungu Thandiwe Uthandiwe emazulwini Uthandiwe noba ubuthakathaka 'Yakthand' uJesu Hay wen' uthandiwwe Nami ngthandwe ngihluleka Langthand' izulu ke Hayi ngoba ngingcono Ukuthi ngithandiwe Yheeyii, hiiiii Ngithandiwe Ngithandiw' emazulwini Nawe ungathandwa ngalo musa 'Jes' ukhona UJes' uyakthanda' Oooh yeah Ngithandiwe Nawe uthandiwe
Writer(s): Emmanuel Nkosinathi Zungu, Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out