Music Video

Empalamende
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Phuzekhemisi No Khethani
Phuzekhemisi No Khethani
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Songwriter
Zibonele Zenzile Mnyandu
Zibonele Zenzile Mnyandu
Songwriter

Lyrics

Nixaban' emaphalamende sisuke singekho thina Nixaban' emaphalamende besek'kjika kufa thina Nixaban' emaphalamende bese k'jika kuf' iSizwe Kukhon' abadubul' abantu eZweni Obani abadubul' abant' eZweni? Kule Lizwe lobabomkhulu sesabuswa zigebengu (Yin' engenz' ukuthi singzwani eMhlabeni) Obani abadubul' abant' eZweni? (Yin' engenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Nixaban' emaphalamende sisuke singekho thina (Yin' engenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Nixaban' emaPitoli singekho Nixaban' emaPitoli besek'jika kufa thina thina Zasha phela ko Phuzekhemisi no Khethani madoda Khona phansie eNsepheni lesizalwa khona Umful' ezsiw'phuzayo, s'phuz' uMakhoyakade Khon' eMkhomazi, ka Dumisa les'buya khona Hhayi s'khathele yiloludlame madoda Libulal' isalukazi, libulal' ingane Sek'hluleke ngisho uDeklerk nama phoyis'akhe Ngish' amasosha umsadavu uqobo bhu! Nixaban' emaphalamende sisuke singekho thina Nixaban' emaPitoli singekho thina Nixaban' emaphalamende bese k'jika kufa thina Kule Lizwe lobabomkhulu sesabuswa zigebengu Nixaban' emaphalamende sisuke singekho Obani abadubul' abant' eZweni? Obani abantu ababulal' abantu eZweni Kule Lizwe lobabomkhulu sesabuswa zigebengu (Yin' engenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Nixaban' emaphalamende sisuke singekho Nixaban' emaPitoli singekho thina Nixaban' emaphalamende bese k'jika kuf' iSizwe (Yin' lengenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Obani abadubul' abant' eZweni? (Yin' lengenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Kukhon' ababulal' abantu eZweni Obani abadubul' abant' eZweni? (Yin' engenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Kule Lizwe lobabomkhulu sesabuswa zigebengu (Yin' engenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Kule Lizwe lobabomkhulu sesabuswa zigebengu (Yin' lengenz' ukuthi singzwani eMhlabeni?) Nixaban' emaphalamende
Writer(s): Zibokwakhe Johnstone Mnyandu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out