Music Video

Joyous Celebration - Akasoze (Live at the Moses Mabhida Stadium, Durban, 2016)
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Joyous Celebration
Joyous Celebration
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindelani Mkhize
Lindelani Mkhize
Arranger
Phindile Phoky
Phindile Phoky
Arranger
PRODUCTION & ENGINEERING
Lindelani Mkhize
Lindelani Mkhize
Producer
Siyanqoba Mthethwa
Siyanqoba Mthethwa
Producer

Lyrics

Phakathi kwezinhlupheko Kukhona ameva ahlabayo Ngithi into engiduduzayo Ucabanga ngami Ngithi phakathi kwezinhlupheko Kukhona ameva ahlabayo Ngithi into engi- engiduduzayo Ucabanga ngami Ngithi uyacabanga, oh Nkosi Wena ucabanga ngami Mina angesabi lutho, mina angesabi lutho Wena Jesu ucabanga ngami Ngithi uyacabanga, oh Nkosi Wena Jesu ucabanga ngami Mina angesabi lutho, mina angesabi lutho Wena Jesu ucabanga ngami Uyacabanga, wena Jesu Ucabanga ngami, ucabanga ngami Mina angesabi lutho, angesabi lutho Wena Jesu ucabanga ngami Ngithi owuqalile umsebenzi Uzowufeza empilweni yakho Ngithi noma usathane yena ehlasela Ngiyamethemb' owase Khalvari Ngithi owuqalile wona umsebenzi Yena uzowufeza empilweni yakho Noma usathane, yena ehlasela Ngiyamethemb' owase Khalvari Oh, Msindisi wami, wena ungihola Futhi ubambisisa ngisho isandla sami Akasoze angidele ngoba yena wangifela eKhalvari Oh, Msindisi wami, wena uhlal' ungihola Futhi njalo ubambisisa ngisho isandla sami Awusoze ungidele ngoba wena wangifela eKhalvari Akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari) Ngithi akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari) oh, Jesu Ngithi akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari) uJesu wangifele Oh, akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari) Ngithi awusoze, Smakade, wena awusoze Wena Jesu awusoze, Moya Oyingcwele awusoze Sonini Nanini awusoze, wena awusoze Wena awusoze, wena awusoze (Akasoze angidele owangifela Khalvari) akekh' ongafuniswa nawe Wena unamandla (akasoze angidele) wen' upheth' amandla Wen' upheth' amandla (owangifela eKhalvari) wen' uyingcwele Akekh' ofana nawe (akasoze angidele owangifela eKhalvari) Ngithi awusoze ungidele Ngoba wena wangifela ngisho eKhalvari Ngithi wena awusoze, wena awusoze ungidela Smakade wena wangifela, ngishokhon' eKhalvari
Writer(s): Lindelane Mkhize, Phindile Phoky Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out