Music Video
Music Video
Credits
PERFORMING ARTISTS
Mnqobi Yazo
Vocals
Big Zulu
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mqobi Msimango
Composer
Siyabonga Sydney Nene
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Sihle Zibani
Producer
Lyrics
[Intro]
Oooh jeah ow jeah weh
Oooh jeah ow jeah weh
Oooh jeah ow jeah weh
Oooh jeah ow jeah weh
Yey yeeeaaah, ayi
[Verse 1]
Ubaba wami yena wayeshaya iZamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
Ubaba wami yena wayeshaya iZamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
[Verse 2]
Ethi kimi, noma ngidakiwe ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngiphuzile ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngidakiwe ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngiphuzile ngubaba wakho
[Verse 3]
Emalunde, hey
Emalunde, hey
Emalunde
[Verse 4]
Akeninginik' ithuba
Ngike ngikhulume ngobaba
Unyoni-kayiphumuli
Ugama lensizwa wayengithanda
Ayi suka ng'yakhumbula nom' ubaba wayebuhlaba
As'kaze salala singadlile
Umngenandlini wayewuphaka
[Verse 5]
Baqinisile bathi kuyof' insizwa kuyosal' iyibongo
Phansi emaXhoseni kuyof' insizwa kuyosal' intonga
S'fike sidl' ipapa umngenandlini kuyosal' iyikhokho
K'fik'ehamba phansi iZamalek kulamule iyihlobo
[Verse 6]
Ubaba ng'yamkhumbula wayevuka ngamavovo
Liyaphuma liyashona ubaba esuthiswa idokwe
Athi esethintil' ubaba ehamba ngamadolo
Athi unyoko ngamlobola mina ngamkhiphel' iyinkomo
[Verse 7]
Ubaba wayengakhohlwa ukuthi mfana wami ng'yakuthanda
Ephum' emthonjeni wenjabulo athi nguyihlo ng'yakuzala
Ang'donse ngebhayisekili, bese sigqoka ngokufana
Ubaba wayephila nje mina akaze wangilahla
[Verse 8]
Ubaba wami yena wayeshaya iZamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
Ubaba wami yena wayeshaya iZamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
[Verse 9]
Ethi kimi, noma ngidakiwe ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngiphuzile ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngidakiwe ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngiphuzile ngubaba wakho
[Verse 10]
Emalunde, hey
Emalunde, hey
Emalunde
[Verse 11]
Baba nom' usuphuzile kodw' ubusithanda
Nom' inhliziyo yami yona ibikhathala
Kodwa uthando lwakho lona belunamandla
[Verse 12]
Amandla wakho ubungawavezi kithi
Uthando lwakho ilona obelugcwele kithi
Mangithi impela ubusihlukumeza
Ngabe ngiqamba amanga phambi kobuso bakho
Baba ngabe ngisenga eyimithi
[Verse 13]
Abantu impela, bamile iyimpond' emini
Ngoba amanga lawo abantu bamile iyimpondo emini
Ngoba weMbuyazi
Ngoba weMbuyazi
[Verse 14]
Ubaba wami yena wayeshaya iZamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
Ubaba wami yena wayeshaya iZamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ek'seni
[Verse 15]
Ethi kimi, noma ngidakiwe ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngiphuzile ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngidakiwe ngubaba wakho wemntan'ami
Noma ngiphuzile ngubaba wakho
[Outro]
Emalunde, hey
Emalunde, hey
Emalunde
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango, Siyabonga Sydney Nene