Lyrics

Inyang' enkulu (Inyang' enkulu) Inyang' enkul' (Inyang' enkul') Inyang' enkulu awu yebo Jesu Inyang' enkulu (Inyang' enkulu) Inyang' enkul' (Inyang' enkul') Inyang' enkulu awu yebo Jesu Inyang' enkulu iyeza Onesisa uJesu. U khulum' indleb' ivuswe, Imlalele uJesu. Iphimbo elimnandi, Li sho kahle ulimi! Yaze yamnand'ingoma, Jesu!, ye, awu yebo Jesu! Inyang' enkulu (Inyang' enkulu) Inyang' enkul' (Inyang' enkul') Inyang' enkulu awu yebo Jesu Inyang' enkulu iyeza Onesisa uJesu. U khulum' indleb' ivuswe, Imlalele uJesu. Iphimbo elimnandi, Li sho kahle ulimi! Yaze yamnand'ingoma, Jesu!, ye, awu yebo Jesu! Udumo kuYo Imvana Se ngi yamkholwa uJesu, Ngi thanda lona igama Igama lika Jesu. Iphimbo elimnandi, Li sho kahle ulimi! Yaze yamnand'ingoma, Jesu!, ye, awu yebo Jesu! Akukh' onga xosh' uvalo Ngaphandle kwAkh' uJesu, May' u yadel' umphefumlo U thembela kuJesu. Iphimbo elimnandi, Li sho kahle ulimi! Yaze yamnand'ingoma, Jesu!, ye, awu yebo Jesu! Inyang' enkulu (Inyang' enkulu) Inyang' enkul' (Inyang' enkul') Inyang' enkulu awu yebo Jesu Inyang' enkulu (Inyang' enkulu) Inyang' enkul' (Inyang' enkul') Inyang' enkulu awu yebo Jesu Iphimbo elimnandi, Li sho kahle ulimi! Yaze yamnand'ingoma, Jesu!, ye, awu yebo Jesu! Iphimbo elimnandi, Li sho kahle ulimi! Yaze yamnand'ingoma, Jesu!, ye, awu yebo Jesu!
Writer(s): William Hunter Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out