Music Video

Nomfundo Moh - Izibusiso
Watch {trackName} music video by {artistName}

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Composer
Celimpilo Manyathi
Celimpilo Manyathi
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
NaXion Cross
NaXion Cross
Producer

Lyrics

Ngyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan' wam' Cel' ungalibal' umakhelwane wami Baba maw'busisa mina namhlanje Ngyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan' wam' Cel' ungalibal' umakhelwane wami Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hhay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bami Baba maw'busisa mina namhlanje Ngyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan' wam' Cel' ungalibal' umakhelwane wami Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hhay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bami Ngeliny' ilanga ngahlangana nekhehla el'sethe ukukhul' imnyaka Lathi, "Zwana mntanami ngimdala, ey Eh, mntanami ngimdala (ngiyintshebe) Zwana ngami, ngimdala, ey Eh, mntanami ngimdala" Emhlabeni k'yaphiliswana (k'yaphiliswana) Akho qili lay'khoth' emhlane Amagagasi awalingani Maw'nceda omunye kuwe kukhul' unhlakani Uk'lul' isandla k'nobusiso phakathi Ngoba two, two is better than one Yebo, aw' bathi, "Kubamb' ezingelayo Kodwa nesandla ephayo sibusisiwe kunaleso esamukelayo" Masibambane, yeah Baba maw'busisa mina namhlanje (namhlanje) Ngyacela ngomusa nentobeko (ngiyacela) Cel' ungakhohlw' umngan' wam' Cel' ungalibal' umakhelwane wami (uzungabalibali Baba) Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje (ngiyacela) Hhay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami (khumbul' umndeni) Cel' ukhumbul' abazali bami (ukhumbule nabazali) Baba maw'busisa mina namhlanje (ubusisa) Ngyacela ngomusa nentobeko (ngiyacela) Cel' ungakhohlw' umngan' wam' (ngiyacela) Cel' ungalibal' umakhelwane wami (umakhelwane, makhelwane) Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hhay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bam Baba maw'busisa mina namhlanje Ngyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan' wam' Cel' ungalibal' umakhelwane wami Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hhay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bami
Writer(s): Celimpilo Manyathi, Nomfundo Moh Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out