Credits
COMPOSITION & LYRICS
nkosingiphile ngcobo
Songwriter
Siphelele Thungo
Songwriter
Sipho Molapisi
Songwriter
Ntivo Manganyi
Songwriter
Lyrics
Nkulunkulu somandla
Baba wethu wase zulwini
Mnini mandla wonke
Themba lema Themba
Ngoba ubona ngigoqe izandla
Ngiguqe ngamadolo
Phambi kwe khandlela
Isimo smanzozo kuyabheda
Mina ngiyazi ngonile
Phambi ko buso bakho
Yebo ngiya vuma
Nami ngu muntu ngina maphutha
Ngi cela ungi xolele
Bengi cela ungi hawukele
Ngi cela intethelelo.
Mina lay'ndlini
Sengi philela uku thukwa nge nhlamba
Ngoba nginga sebenzi
Umama naba ngani
Bangi phendula inhlekisa
Bathi ngisilima
Isiyoyo isehluleki
Kanti lempilo iqoma abanjani
Mina ilokhu ngazalwa
Angikaze ngubona lana kimi umehluko
Kuya netha noma libalele
Mina lana kimi impilo iya fana
Mangi cabanga usizi
lwami kanye ne nhlupheko
Kuthi mangi khale
Ngiphume izi nyembezi
Bathi abantu indoda enjani lena ekhalayo
Indoda ifela nga Phakathi
Kodwa la kimi zivele ziqathakele
Ziqathakele
Z'vele ziqathakele
Z'vele ziqathakele
Z'vele ziqathakele
Ziqathakele
Z'vel ziqathakele
Izinyembezi
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Inside
Phakathi inside
Hhayi hhayi ungangi judge
Hhayi hhayi ungangi judge
Ungangi judge
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Inside
Phakathi inside
Hhayi hhayi ungangi judge
Hhayi hhayi
Ungangi judge
Ungangi judge
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Inside, phakathi inside.
Hhayi hhayi ungangi judge.
Hhayi hhayi ungangi judge
Ungangi judge
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Ina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami lkhona
Inside
Phakathi inside
Hhayi hhayi ungangi judge
Hhayi hhayi ungangi judge
Ungangi judge.
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Inside, phakathi inside
Hhayi hhayi ungangi judge
Hhayi hhayi ungangi judge
Ungangi judge
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Inside
Phakathi inside
Hhayi hhayi ungangi judge
Hhayi hhayi ungangi judge
Ungangi judge
Inside
Phakathi inside
Hhayi hhayi ungangi judge
Hhayi hhayi ungangi judge
Ungangi judge
Inside
Phakathi inside
Hhayi hhayi ungangi judge
Hhayi hhayi ungangi judge
Ungangi judge
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Maye bizwa amagama akhethiweyo mina elami likhona
Mina elami likhona
Mina elami likhona
Written by: Ntivo Manganyi, Siphelele Thungo, Sipho Molapisi, nkosingiphile ngcobo