Lyrics

Njengob'uthi uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Uth'uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Ngob'uthi uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Uth'uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Nom'iNational Anthem len'oyiculayo Ungazi nokuthi ash'ukuthini amagam'ayo Ungixolele ngalembuzo Ukuthi nje-ke nami angisamfuni umntodlalayo Ngifun'ukubona ngezenzo Angisilo loluhlobo lomuntu othathekayo ochazekayo Bathi action speaks louder than words Ngike ngizwe kush'abantu abathandanayo Ngibonise lolothando Mina ngithand'insizwa ewamelayo amagamayo Umuthunywe zinkanuko Vel'uyeke ngeke isebenze lento lena oyizamayo Ngeke ubaqede abasfazane Baningi nanamhlanje kusekhona abazalwayo Njengob'uthi uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Ayiiii! Mina ngihambile ngibonile Ngijolile futhi bangigilile Ngase ngifungile Sengizitshelile othandweni ngphumile Manje sengipholile Sengingaqoma uma isikhathi sesifikile Yebo angalile Kungenza njob'uthuyangithanda uqinisile Manje sengikhulile Langa selishonile Isikhathi sokudlala sesidlulile Njengob'uthi uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Uth'uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? (Ngiyacel'ungadlali ngami njengob'ulokhu ungibelesele) (Ngingakunik'uthando lwami ujike wena ungibalekele) (Uyob'uyiphulile inhliziyo yami nomoya wami uyobe wonakele) (Ngiyayesabel'inhliziyo yami namathemb'othando kimi ashabalele) (Nami ngiyafisa abazali bami bejabule ngami khona besaphelele) (Wonk'amathemba sengiwabeke kuwe sengingowakho) (Thatha amanamba ubongifonela ntambama ngizw'izwi lakho) (Wobek'isamba ozongilobola ngaso ngibe ngowakho) (Njengob'uhamba ubobuya uzolanda ucu lwakho) (Um'ungibamba ngesandla kukhul'uthando nemizwa yakho) Njengob'uthi uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Uth'uyangithanda Ngab'uyazi kushukuthini na lokho? Nom'iNational Anthem len'oyiculayo Ungazi nokuthi ash'ukuthini amagam'ayo Ungixolele ngalembuzo Ukuthi nje-ke nami angisamfuni umntodlalayo Ngifun'ukubona ngezenzo Angisilo loluhlobo lomuntu othathekayo ochazekayo Bathi action speaks louder than words Ngike ngizwe kush'abantu abathandanayo (Wonk'amathemba sengiwabeke kuwe sengingowakho) (Thatha amanamba ubongifonela ntambama ngizw'izwi lakho) (Wobek'isamba ozongilobola ngaso ngibe ngowakho) (Njengob'uhamba ubobuya uzolanda ucu lwakho) (Um'ungibamba ngesandla kukhul'uthando nemizwa yakho)
Writer(s): Scebi Dlamini Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out