Music Video
Music Video
Credits
PERFORMING ARTISTS
nolly m
Performer
Nolwazi Mdlalose
Lead Vocals
Ncazelo Mtolo
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mlondi Ngubane
Songwriter
Nolwazi Mdlalose
Songwriter
Ncazelo Mtolo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Airic
Producer
Lyrics
Ung' lay khile
Hay' bekade ngithi uyang' stocker
Ung' zumile
I'm in decisive ngoba manje angiku kholwa
Ung' didile, zonke izinsuku ngihlale ngicabanga
Ng'mane ngijule
Ngawe nobubele bakho but still angiku kholwa
Ngoba uwena
Umuntu ofike nge s'khathi esi right
Ngingekho right
Sengiy' tshelile, ngi right ngingedwa
Ngingekho in love
Sengithi uthando mina olungi thandi
Ngoba ngiyanqena
Ukuthath' umuntu yena angangi thathi
Ngimthande angang' thandi
Ngishayiwe umzwa ngedwa ngingekho in love
Ngi file ngathi imina vele ongekho enough
Kodwa ngiy' khetha
Ngifuna ungaphiki
Ngifuna uvume ngithumele omalume kini
Ngifuna uvume ukuze ngikwazi ukuvusa ikithi
Ngijolile kaningi, uwena imfivilithi
Sondela, ngim'tholile umaqondana
Sobabili si hethiwe kuya qondana
Izilonda zaso thandweni sopholisana
Sobabili silahliwe siya tholana
(Mina Ngim' lay khile)
Hay' bekade ngithi uyang' stocker
Ung' zumile
I'm in decisive ngoba manje angiku kholwa
Ung' didile, zonke izinsuku ngihlale ngicabanga
Ng'mane ngijule
Ngawe nobubele bakho but still angiku kholwa
Wavele wang' phendula injula buchopho
Awu yaze yakhathaza inhliziyo
Ikhanda lokh' lizula zula zula
Hay' u wrongo
Wavele wang' phendula injula buchopho
Awu yaze yakhathaza inhliziyo
Ikhanda lokh' lizula zula zula
Hay' u wrongo
Hay' sana wena uwrongo
Hay' u wrongo, hay u wrongo
Hay' u wrongo
Hay' sana wena u wrongo
Hay' u wrongo, hay u wrongo
Hay' u wrongo
Wavele wang' phendula injula buchopho
Awu yaze yakhathaza inhliziyo
Ikhanda lokh' lizula zula zula
Hay' u wrongo
Wavele wang' phendula injula buchopho
Awu yaze yakhathaza inhliziyo
Ikhanda lokh' lizula zula zula
Hay' u wrongo
Hay' sana wena u wrongo
Written by: Mlondi Ngubane, Ncazelo Mtolo, Nolwazi Mdlalose


