album cover
Icala
album cover
Icala은(는) {albumName} 앨범에 수록된 곡으로 2022년 9월 30일일에 Tammy Music Publishing에서 발매되었습니다.Ukhehlegume - EP
Released2022년 9월 30일
라벨Tammy Music Publishing
BPM119
멜로디에 강한 음악
어쿠스틱 악기 중심
발랑스
춤추기 좋은 음악
에너지

뮤직 비디오

뮤직 비디오

가사

ICALA
Menzi Malusi Dlodlo
(Aweeee hee eeei Inhliziyo inesililo)
Inhliziyo iba necala
Inhliziyo iba necala uma ukhona,
Inhliziyo iba necala ithwala ICALA
Inhliziyo iba necala uma ukhona,
Usiba luyehluleka
Ukubhala indlela engizizwa ngayo,
Umlomo uyehluleka
Ukukhuluma konke engikuzwa ngawe,
Usiba luyehluleka
Ukubhala indlela engizizwa ngayo,
Umlomo uyehluleka
Ukukhuluma konke engikuzwa ngawe,
Hhaaaaaa
Ei ave ngikuthanda mina,
Mhhh ehh ave ngikuthanda mina,
ave ngikuthanda mina
hhaaaaaa,
Ahhaaa hhei ave ngikuthanda mina
Sbuko engizibuka kuso
Ukona namaphutha ami,
Kuwena ngatshala imbewu yothando
Ngavuna isibani samandla,
Ulixhiba ekuyofela kulo
Usizi nenkengane yami,
Wafika ngiyisoka elimbethe umbango
Instead waqopha umlando,
Ungesabi icilongo
Uma likhala ngogiqwa nawe,
Uyondiza ngalawami amaphiko
Juba leminyakanyaka,
Unothando neqiniso
Wahlala lomfula usadlisa izindwani,
Ngizotshela labantu ngesakho isimilo
Ziko lokuvusa ikhaya,
Awugcini ngobuhle
Awugcini ngobuhle impatho ikhona kuwe,
Awugcini ngobuhle
Awugcini ngobuhle impatho ikhona,
Inhliziyo iba necala
Inhliziyo iba necala uma ukhona,
Inhliziyo iba necala ithwala ICALA
Inhliziyo iba necala uma ukhona,
Usiba luyehluleka
Ukubhala indlela engizizwa ngayo, (luyehluleka)
Umlomo uyehluleka
Ukukhuluma konke engikuzwa ngawe, (Haa haaaa)
Usiba luyehluleka
Ukubhala indlela engizizwa ngayo, (luyehluleka)
Umlomo uyehluleka
Ukukhuluma konke engikuzwa ngawe,
Hhaaaaa aaaaa
Ei ave ngikuthanda mina,
Mhhh ei ave ngikuthanda mina,
(Intandane)
(Intandane)
hhaaaaaa,
Intandane enhle
Umakhothwa ngunina,
Nkanyezi yami yokuphila
Ithukuthuku zakho zokhothwa imina,
Uhlaka lohlala lumile
Isihlangu sokuhlenga impilo yakho imina,
Imina oyokubhala nanini
Usiba oluyobhala amaphupho akho imina,
Oyozikhala zigcwale umqamelo
Ezokuthokoza,
Ngikuthanda entlerk mawumamatheka
Ungiqedumoya,
Oyozikhala zigcwale umqamelo
Ezokuthokoza,
Ngikuthanda entlerk mawumamatheka
Ungiqedumoya,
Mawugaxela endleleni yakho
Mafindo ayoqaqwa yimi,
Phakade phakade lami
Kanjalo uyobizwa yimi,
Mawugaxela endleleni yakho
Mafindo ayoqaqwa yimi,
Phakade phakade lami
Kanjalo uyobizwa yimi,
Written by: Menzi Malusi Dlodlo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...