Lyrics

UMa Aksavumi uMa Ang'sakhoni Ngikhumbul' uMa Aksavumi Ngikhumbul' uMa Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo Hawu bafethu ngeke ni understande Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo Hawu bafethu ngeke Yojabula mang'fika Athi uShembe uyaphila Kuley'ngozi zomgwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila Beki' khwama leMsamu Land' impepho kaGogo erondweni Ngiphahle ngikhulume nabadala, ngibatshele usemagcekeni Mvul' iyana emakhaya, sesiphelile amakhaza Mawubuy' eGoli ngicela ungiphathele Iheater ngoba ngempela uzong'ngcwaba Yaz' uMa, avunamahlaya Ngeke ushone ngisak'thanda Kuyoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona Ma'wami mangishada Ngoba uyokwazi ukungibonisa mase zingibuyela emshadweni Ngoba uyokwazi ukungiduduza mase zingibuyela emshadweni Angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni Ngikhumbul' uMa Angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni Ngikhumbul' uMa Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo Hawu bafethu ngeke ni understand-e Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo Hawu bafethu ngeke ni understand-e Into engiyithanda ngekhaya, Ukuthi ekhaya akungwenwa ngemali (ngemali, yeah yeah) Noma ngingasebenzi uMama ungithanda ngingenani Ungithanda ngingenalutho uMa Noma umhlaba ungang'shaya Uzong'thulisa athi mntanami ungakhali (ungakhali) Ubukeka ukhathale awuthi ngilande Ukudla baba hlala phansi (hlala phansi) Angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni Ngikhumbul' uMa Angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni Ngikhumbul' uMa Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo Hawu bafethu ngeke ni understande Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo Hawu bafethu ngeke ni understande Ngith' uMaNkabinde Isalukazi sami UmaNkabinde Uma oh yeah
Writer(s): Simone Benussi, Jabulani Hadebe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out