album cover
Kahle
21,909
Dance
Kahle was released on August 12, 2022 by Universal Music (Pty) Ltd. as a part of the album Amagama (Deluxe)
album cover
Release DateAugust 12, 2022
LabelUniversal Music (Pty) Ltd.
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM82

Credits

PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
Composer
Eddy Khumalo
Eddy Khumalo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Martin Manqoba Sosibo
Martin Manqoba Sosibo
Producer

Lyrics

[Intro]
Thabath' inhliziyo yami, yami
Udlize ngothando lwethu emazweni
Ingath ungahlal' useduze kwami
Ngoba njalo uhlezi usemcabangweni
Umabethi likhiph' umkhovu etsheni
Basuke belinganisa ngothando lwethu
[Verse 1]
Oh, lushisa bhe, wen' owabon' ilanga ehlobo
Oh wen' unguy' engimdingayo
Impel' unguy' inhliziyo emkhethayo
Laph' uthando lwakho lung'holela khona
Mina ngizok'landela
Ngob' unguy' engimdingayo
Impel' unguy' inhliziyo emkhethayo
[Verse 2]
Ng'yaqal' uk'thol' uthando olunjena
Ng'yaqal' uk'thol' uthando olunjena
Ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wami
Ungiphethe kahle
Ntofo-ntofo uLovey
[Verse 3]
Baby asambe s'yoshawa umoya lapha ngasolwandle
Honey, belunjani usuku lakho ke namhlanje
Yizo lezi izinto eyincane
Eyijabulis' umoya
[Verse 4]
Bengingaz' ukuth' uyang'thanda
Bengith' udlala ngami
Awu sek'yacaca awunaso is'khathi sok'dlala
Awufune lutho ngami
[Verse 5]
Thando lwakho
Lona lubanzi lujulile
Lona lubanzi lujulile
[Verse 6]
Ng'yaqal' uk'thol' uthando olunjena
Ng'yaqal' uk'thol' uthando olunjena
Ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wami
Ungiphethe kahle
Ntofo'ntofo uLovey
[Outro]
Ng'yaqal' uk'thol' uthando olunjena
Ng'yaqal' uk'thol' uthando olunjena
Ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wami
Ungiphethe kahle
Ntofo'ntofo uLovey
Written by: Eddy Khumalo, Nomfundo Moh
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...