Music Video

Credits

COMPOSITION & LYRICS
nkosingiphile ngcobo
nkosingiphile ngcobo
Songwriter
Siphelele Thungo
Siphelele Thungo
Songwriter
Sipho Molapisi
Sipho Molapisi
Songwriter
Ntivo Manganyi
Ntivo Manganyi
Songwriter

Lyrics

Shela mfana ngilalele ngilandele Emfuleni Shela nsizwa ngilalele ngilandele Emfuleni Mhlawumbe ngizokuqoma Sikhulise isibongo sakho emfuleni Phela nawe uyabona Ngiyi ntombi ez'phethe kahle uyabona Thatha nanku umuncu wakho Thatha nanku umuncu wakhoooo Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Masi hlangane naku sasa Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Masi hlangane naku sasa Emfuleni Emfuleni Gegelegege Ntombi zaku gegela Angeke intombi iqome ikhethe inyamazane sizi nsizwa sikhona Njalo mangikubona kuthi angigxume ngiguqe ngamadolo Dudlu madolo ang thuki wena ngithuka uthando No ngena bhaskidi uyangena emakethe No ngena airtime uyawenza ucall back Kusho bani kusho mina Indonda Indoda ehlezi ingena mali kodwa ithenga isaka lempuphu Shesha uqome Ntombi ngafa inhlamba ka mawakho Ngiku Thanda phambili ngoba emumva siyafana Mawu geza Emfuleni ngizobe ngiphuza ngezansi Ngiphuze insila yothando Sawubona nkosazane emhlophe efana izishlabathi zo lwandle Igama ngu simo abanye bathi Nkosingiphile ngwaka Ngcobo Insizwa eginqa inkomo ngenqindi Ufuze qadi mavela umapholoba umashiya Amahle Ngi hlala enkandla ezijibeni okhalweni ngasemaweni emaMbatheni Ilokhu ilanga liphumile ngiqala nqa ukubona umuntu omuhle njengawe Ubuhle bendalo ubuhle be mvelo ubuhle be mbali eqhakazayo Indoni yamanzi uphuma langa sikothe Mangibona amehlo wakho ngathi ngibona izinkanyezi Ukhanya njengo Johannesburg ebusuku Ngifisa ukuba leli thawula ogeza ngalo Ngifisa ukuba yii xubho oxubha ngaso Ngiyathembisa ngizokuphatha njenge qanda Angeke ngiku Khalise angeke ngikushiye Ngoba ngilana ngilethe umlayezo Inhliziyo yami ingithumile Ithi angiku tshele ukuthi mina ngiyaku Thanda Hhawu mina ngiyaku Thanda Shela mfana ngilalele,ngilandele Emfuleni Shela nsizwa ngilalele,ngilandele Emfuleni Mhlawumbe ngizokuqoma Sikhulise isibongo sakho,emfuleni Phela nawe uyabona Ngiyi ntombi ezphethe kahle uyabona Thatha nanku umuncu wakho Thatha nanku umuncu wakho Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Masi hlangane naku sasa Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Emfuleni Masi hlangane naku sasa Emfuleni Emfuleni
Writer(s): Nkosingiphile Ngcobo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out