Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Blaq Diamond
Blaq Diamond
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Ndumiso Mdletshe
Ndumiso Mdletshe
Songwriter
Mfundo Khumalo
Mfundo Khumalo
Composer
Siyabonga Nene
Siyabonga Nene
Songwriter
Siphelele Dunywa
Siphelele Dunywa
Songwriter
Siyabonga Ntuli
Siyabonga Ntuli
Songwriter

Lyrics

Shun' Wenkabi
Yelelele
Oh, we mama
Sweety my lavo, yeah
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona
(Oh s'thandwa sam)
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona
(Oh s'thandwa sam)
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi
(Oh s'thandwa sam)
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi
(Oh s'thandwa sam)
Eh ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi
Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away
Ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi
Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away
Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami
Ngizokuthengel' i-perfume ebizayo
Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami
Ngizokuthengel' i-perfume ebizayo
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa we
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi
(Oh s'thandwa sam)
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa we
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi
(Oh s'thandwa sam)
Awu, eshu ntombi
Kunini ngagcin' ukuzwa umama ekhaya ekikiza
Kunini, ngagcin' uk'bona umakoti ebalen' ephithiza
Kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng'yathithiza
Awu, qoma ntombi, awuqome
Ngubo ziyabanda, ng'yak'vumel' ekhaya ushikishe
Inkomo zigcwel' isibaya
Mina eGoli ng'dlal' utshwala
Kekh'oyol'vusa lelikhaya
Haw' ubaba uyakhala, kutheni na
Zulu liyana le makhaya
Awu, ntaba zakithi z'gcwel' is'thwathwa
Awu, ntombi liyash' ikhaza
Awu inkomo zakithi zigcwel' isibaya
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa we
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi
(Oh s'thandwa sam)
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa we
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi
(Oh s'thandwa sam)
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona
(Oh s'thandwa sam)
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa
(Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona
(Oh s'thandwa sam)
Written by: Mfundo Khumalo, Ndumiso Mdletshe, Siphelele Dunywa, Siyabonga Nene, Siyabonga Ntuli
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...