album cover
Ngsayozama
album cover
Ngsayozama was released on August 2, 2024 by Universal Music (Pty) Ltd. as a part of the album Twenty Four
August 2, 2024
LabelUniversal Music (Pty) Ltd.
BPM89
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Music Video

Music Video

Lyrics

Ng'sayozama
Ng'sayozama
Ng'sayozama
Engani ngiphanda
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah)
Engani ngiphanda
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo, yize kunjalo
Ng'sayozama (kuningi)
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo, yize kunjalo
Ng'sayozama
Okuhlula mina kuyabikwa (kuyabikwa)
Ang'khathali
Leyonto phel' isuke inzima
Hard worker, I am
Ngivuk' ek'seni ngenz' uhlelo
(K'phumelel' abenza njalo)
I owe myself impumelelo
(Engath' isiseduze nayo)
Lalala, la-la-la
Ngilawulwa
Intshisekelo (passion)
Yokondl' usapho
Lalala, la-la-la
Ngilawulwa
Intshisekelo (passion)
Yokufez' amaphupho (asiye khona, asiye)
Ng'sayozama (ng'sayozama)
Ng'sayozama (ng'sayozama)
Ng'sayozama (ng'sayozama)
Engani ngiphanda (yelelele)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah, ng'sayozama)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah, ng'sayozama)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah, ng'sayozama)
Engani ngiphanda (yelelele)
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo, yize kunjalo
Ng'sayozama (kuningi)
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo, yize kunjalo
Ng'sayozama
Ebumnyameni mina ngizobekezela, angizukuyekelela
Ngisebenza kanzima
(Kuze ngikwazi)
Ukunqoba ubunzima
Ekhaya bathembe mina
Ukuthi ngami isimo singashintsha
Lokho kuyangiqhuba ukwaz' ukunyamezela
Lalala, la-la-la
Ngilawulwa
Intshisekelo (passion)
Yokufez' amaphupho (asiye khona, asiye)
Ng'sayozama
Ng'sayozama (ng'sayozama)
Ng'sayozama
Engani ngiphanda (engani ngiphanda)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah, ng'sayozama)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah, ng'sayozama)
Ng'sayozama (ooh, yeah, yeah, ng'sayozama)
Engani ngiphanda
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo, yize kunjalo
Ng'sayozama
Kuningi, kuningi
Kuningi engibhekene nakho
Yebo, yize kunjalo
Ng'sayozama (ng'sayozama)
Written by: Nomfundo Ngcobo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...