album cover
Sehlukene
28,142
Maskandi
Sehlukene was released on November 8, 2024 by Maskandi Heavyweight / EMPIRE as a part of the album Rush Hour
album cover
Release DateNovember 8, 2024
LabelMaskandi Heavyweight / EMPIRE
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sminofu
Sminofu
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mphiliseni Gumede
Mphiliseni Gumede
Songwriter

Lyrics

Kanti mntanomuntu akusabuye yini 'kuthi kwenzeke
Ukuthi ngelinye ilanga phela nawe ungikhumbule
Kanti mntanomuntu akusabuye yini 'kuthi kwenzeke
Ukuthi ngelinye ilanga ungikhumbule, ungikhumbule
Kanti mntanomuntu akusabuye yini 'kuthi kwenzeke
Ukuthi ngelinye ilanga ungikhumbule, ungikhumbule
Ngibuye ngithi mhlambe lapha kasehlezi khona
Asephila khona manje
Ilapha asethola khona injabulo yonke
Ngibuye ngithi mhlambe lapha asehlezi khona
Asephila khona manje
Ilapha asethola khona injabulo yonke
Ngizwa kuthiwa uhamba utshela abantu
Uthi mina nawe awu sehlukene, it's over
Sehlukene, sehlukene
Ngiyavuma sehlukene (yebo mina ngiyavuma)
Sehlukene, sehlukene, usebone abangcono (sehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
Ngiyavuma sehlukene (yebo mina ngiyavuma)
Ehhehe, ehhehe, ehheyeye (yehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
Sivumelene sehlukene (yebo mina ngiyavuma)
Ehhehe, ehhehe, ehheyeye (sehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
(Yebo mina ngiyavuma)
(Sehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
Ngiyakuvumela hamba mntan'omuntu
Kulungile, ngiyakuvumela hamba ngesihle
Ngiyakuvumela hamba mntan'omuntu
Kulungile, ngiyakuvumela hamba ngomusa
Sivumelene sehlukene
Ehhehe, ehhehe, ehheyeye
(Yebo mina ngiyavuma)
Ehhehe, ehheyeye (sehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
(Yebo mina ngiyavuma)
Ehhehe, ehheyeye (sehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
(Yebo mina ngiyavuma)
(Sehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
Ngizwa kuthiwa uhamba utshela abantu
Uthi mina nawe awu sehlukene, it's over
Sehlukene, sehlukene, usebone abangcono (sehlukene, sehlukene)
(Usebone abangcono waphuma kimi)
Ehhehe, ehheyeye
Ehhehe, ehheyeye
(Usebone abangcono waphuma kimi)
Written by: Mphiliseni Gumede
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...