album cover
Advise
album cover
Advise was released on December 8, 2023 by Sonomo as a part of the album Ijuba
AlbumIjuba
December 8, 2023
LabelSonomo
BPM76
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Music Video

Music Video

Lyrics

Ngilayeleni udokotela wothando ozonginik' advice
Ngaze ng'fele emanyaleni ngibulawe uthando
Ngingowes'fazane osasemusha
Ngithandana nabantu ababili ngingedwa

Imali kaSibusiso ngiyidla noXolani
Kodwa uXolani akazi kudliwa imali kaSibusiso
Mayengathola uXolani uzongala noSibusiso uzongala
Manje angifun ukubasingle
Mina ngizithandela uXolani
Imali kaSibusiso ngiyidla noXolani
Kodwa uXolani akazi kudliwa imali kaSibusiso
Mayengathol uXolani uzongala noSibusiso uzongala
Manje angifun ukubasingle
Ngizithandela uXolani

Kukhona abathi angiyeke uXolani (Ngimyeke kanjani?)
Bathi angiyeke uXolani (Ngimyeke kanjani?)
Angeke ngikwazi ukuyek' uXolani (Ngimyeke kanjani?)
Ngob' uXolani ngiyamthanda (Ngob' uXolani ngiymthanda)

Kukhona abathi angiyeke uSibusiso (Ngimyeke kanjani?)
Bathi angiyeke uSibusiso (Ngimyeke kanjani?)
Angeke ngikwazi ukuyek' uSibusiso (Ngimyeke kanjani?)
Usefana nomzali kimi (Usefana nomzali kimi)

USibusiso usengumzali kimi (Ngimyeke kanjani?)
Ngoba ngiyintandane (Ngimyeke kanjani?)
Angeke ngikwazi ukuyek' uSibusiso (Ngimyeke kanjani?)
Usefana nomzali kimi (Usefana nomzali kimi)
Written by: Dumisani Sfanele Zulu
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...