album cover
Ingabe
album cover
Ingabe was released on April 24, 2026 by 1URL WORLD (Pty) Ltd as a part of the album Making Peace
April 24, 2026
Label1URL WORLD (Pty) Ltd
BPM
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Lyrics

Ngithi sawubona sthandwa sami
Look at what we’ve come to
Has this love ran it’s course
I still can’t believe it
Ngicelu uSabele mengibiza
Wena bambo lwami
Kaze ngiyoBonelelwa yini
Empilweni ngaphandle kwakho
Bengithi siyophila munye intsuku zonke
Ngiyafisa Kodwa yiNkosi ehlele konke
Ngiyafisa ubuye kimi kodwa angiboni
Ngiyathemba iNjabulo yona usuyitholile
Ngathi ngithwele kanzima intliziyo iyaphuka
Maduze ngizothola ukuthula intliziyo izophola
Ingabe impilo ingcono njengoba nga phuma?
(Na na na nana)
Ngabe wakuthola konke ebengi hlulwa ukukupha?
(Ngoba Ngikufisela okuhle)
Indlela uthando lwethu luphele ngayo
Mina angikhohlwa kuze kube manje
Kuphelelephi konke esithembisane
Ngabe iKhona iMpilo phandle kwakho
Ngathi singaQala phantsi sakhe uthando lwethu futhi
Baningi abangangithanda kodwa ngifun’ olwakho uthando
Ngakuthembisa unomphelo ngeke ngijike emazwini wami
Cause you will always be my lover
Ngathi ngithwele kanzima intliziyo iyaphuka
Maduze ngizothola ukuthula intliziyo izophola
Ingabe impilo ingcono njengoba nga phuma?
(Na na na nana)
Ngabe wakuthola konke ebengi hlulwa ukukupha?
(Ngoba Ngikufisela okuhle)
Written by: Ntokozo Totana, Thabiso Arnold Lebepe

Loading...