Lyrics

Nginenkinga futhi ngithwele kanzima kulomuzi kababa Nginenkinga futhi ngithwele kanzima kulomuzi kababa Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi Nginebhadi, cha nginebhadi Loludaba aludingi bangani ngiyakolibikela abomndeni ekhaya Loludaba aludingi bangani ngisayotshela abomndeni Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi Cha nginebhadi (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) mayebabo (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) Ngineynkinga (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) awemah Awemah (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) Ngineynkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) Cha ngineynkinga (Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) (Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) Loludaba aludingi bangani ngisayotshela abomndeni ekhaya Loludaba aludingi bangani ngiyakolibikela abomndeni Zasha phela Phuzekhemisi aw'wayhlaba ngempela phela umfoka Majazana Khona phansi eMkhomazi le'ngbuya khona Umful' engiw'phuzayo ngiphuz' uMakhoya Kade khona ka Dumisa Bhu! Khuphuka laphoke mfoka Ngwazi emabhesini Khuphuka laphoke Nyoni Emhlophe enkostineni Khona ka Thathani eHieght Lands lengamthatha khona Hhop hhop! Ngineynkinga futhi ngithwele kanzima kulomuzi kababa Nginenkinga futhi ngithwele kanzima kulomuzi kababa Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi Umntanami ufund' iskolo kodwa uthi angimthathel' umfazi Nginebhadi, nginebhadi, cha nginebhadi (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) nginenkinga (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) Ngineynkinga (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) nginenkinga (Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) Ngineynkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) Nginenkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) (Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) Ngineynkinga (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) mayebabo Kaze ngakhala kanje (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) Ngineynkinga (Ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) awemah (Umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) Cha nginenkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) Ngineynkinga (umntanami ufund' iskolo kodwa kodwa ufuna umakoti nakungithwele kanzima) Nginengkinga (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) Hhololo (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) mayebaboh Hhololo (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) mayebaboh Nginyengkinga (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima) Nginyengkinga (ngisahamba wemadoda ngisayotshela abomndeni nakhu ngithwele kanzima)
Writer(s): Zibokwakhe Johnstone Mnyandu Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out