音樂影片

音樂影片

積分

演出藝人
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
聲樂
詞曲
Nomfundo Moh
Nomfundo Moh
作曲
Celimpilo Manyathi
Celimpilo Manyathi
作曲
製作與工程團隊
NaXion Cross
NaXion Cross
製作人

歌詞

[Intro]
Ng'yacela ngomusa nentobeko
Ng'cel' ungakhohlw' umngan' wam'
Ng'cel' ungalibal' umakhelwane wami
[Verse 1]
Baba maw'busisa mina namhlanje
Ng'yacela ngomusa nentobeko
Ng'cel' ungakhohlw' umngan' wam'
Ng'cel' ungalibal' umakhelwane wami
[Verse 2]
Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje
Hay' ngoba ngingcono
Ng'cel' ukhumbul' umndeni wami
Ng'cel' ukhumbul' abazali bami
[Verse 3]
Baba maw'busisa mina namhlanje
Ng'yacela ngomusa nentobeko
Ng'cel' ungakhohlw' umngan' wam'
Ng'cel' ungalibal' umakhelwane wami
[Verse 4]
Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje
Hay' ngoba ngingcono
Ng'cel' ukhumbul' umndeni wami
Ng'cel' ukhumbul' abazali bami
[Verse 5]
Ngeliny' ilanga
Ngahlangana nekhehl' el'sethe ukukhul' im'nyaka
Lathi, "Zwana mntanami ngimdala, ey"
"Eh, mntanami ngimdala"
"Zwana ngami, ngimdala, ey"
"Eh, mntanami ngimdala"
[Verse 6]
Emhlabeni k'yaphiliswana
Akho qili lay'khoth' emhlane
Amagagasi awalingani
Maw'nceda omunye kuwe kukhul' unhlakani
Ukulul' isandla k'nobusiso phakathi
Ngoba two, two is better than one
Yebo, aw' bathi, kubamb' ezingelayo
Kodwa nesandla es'phayo sibusisiwe
Kunaleso esamukelayo
Masibambane, yeah
[Verse 7]
(Baba maw'busisa mina namhlanje) Ng'yacela ngomusa nentobeko
Ng'cel' ungakhohlw' umngan' wam'
Ng'cel' ungalibal' umakhelwane wami
[Verse 8]
Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje
Hay' ngoba ngingcono
Ng'cel' ukhumbul' umndeni wami
Ng'cel' ukhumbul' abazali bami
[Verse 9]
Baba maw'busisa mina namhlanje
Ng'yacela ngomusa nentobeko
Ng'cel' ungakhohlw' umngan' wam'
Ng'cel' ungalibal' umakhelwane wami
[Verse 10]
Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje
Hay' ngoba ngingcono
Ng'cel' ukhumbul' umndeni wami
Ng'cel' ukhumbul' abazali bami
[Verse 11]
Baba maw'busisa mina namhlanje
Ng'yacela ngomusa nentobeko
Ng'cel' ungakhohlw' umngan' wam'
Ng'cel' ungalibal' umakhelwane wami
[Outro]
Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje
Hay' ngoba ngingcono
Ng'cel' ukhumbul' umndeni wami
Ng'cel' ukhumbul' abazali bami
Written by: Celimpilo Manyathi, Nomfundo Moh
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...