積分
演出藝人
Vernotile
聲樂
Sjava
聲樂
UDUMAKAHLE
聲樂
Anzo
聲樂
詞曲
Jabulani Makhubo
作詞
Andile Ngubeni
作詞
Mfanafuthi Ruff Nkosi
作曲
製作與工程團隊
Mfanafuthi Ruff Nkosi
製作人
歌詞
[Verse 1]
Ngithi ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang'hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa
Abangabonwa Abadala
[Verse 2]
Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome
Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome
Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
[Verse 3]
Uke afike kimi nangephupho
Athi mzukulu ubosibheka isandla somuntu
Nami ngilele laphengilele khona ethuneni
Ngenxa yaso isandla somuntu
Banomona abantu
[Verse 4]
Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome
Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
[Verse 5]
Sonyakaza kodwa Dlozi lam
Bovika phela ezitheni zam
Balwisana nempumelelo yami
Hamba nabani wo Dlozi lam
Bovika phela ezitheni zam
Balwisana nempumelelo yami
[Verse 6]
Ngithi ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang'hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa
Abangabonwa Abadala
[Verse 7]
Maye ngiyak'zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Anodlame ngiyawazi
Oh ngiya'zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Ave enodlame ngiyawazi
[Verse 8]
Ubokhulum' ukhulum' ukhulum' ubuye ubal' amagamakho
Ukhumbul' ukuthi nami ngineDlozi lami
Ubothi mawushwashwada nabangani bakho
Nihlel' ukuthi ningiqumbe phansi
Ubuye ukhumbule, nami ngineDlozi and liyalwa
[Verse 9]
Uyozwa sekuthiwa nimbon' enje
Isimo sesinje
Wafaka unyawo lakhe lapho elingafakwa khona
Manje ziyamnetha
[Verse 10]
Nj'oba nibona nje kunje
Impilo isinje
Akahlanyi ekhanda
ObabaMkhulu abamthwalisa umqhele ogcwele nje ameva
Ameva
[Verse 11]
Yingakho mina ngithi
Ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang'hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa
Abangabonwa Abadala
[Verse 12]
Maye ngiyak'zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Anodlame ngiyawazi
Oh ngiya'zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Ave enodlame ngiyawazi
Written by: Andile Ngubeni, Jabulani Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi