音樂影片

Sjava, Q Twins & Mzukulu - Isoka (Official Video)
觀看 {artistName} 的 {trackName} 音樂影片

收錄於

積分

出演艺人
Sjava
Sjava
演唱
Mzukulu
Mzukulu
演唱
Viggy Qwabe
Viggy Qwabe
演唱
Virginia Qwabe
Virginia Qwabe
演唱
作曲和作词
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
作词
Sfanele Zulu
Sfanele Zulu
作词
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
作曲
制作和工程
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
制作人

歌詞

Kahleni bafana, kahleni ukungidlela umona Intombi iqoma lay'thanda khona Ngithi kahleni bafana, kahleni ukung'nyundela Intombi iqoma la ithanda khona Bangak'tshela loku ngami, bakutshele loku ngami Alikh' isoka elingenasigci banomona love Bangak'tshela loku ngami, baphinde bakutshele loku ngami Hayi alikh' isoka elingenasigci banomona ngawe love Vele bashilo ukuthi wena awung'thandi Ung'thandel' intozami, vele yimi intozakho Yilokho abakwaziyo, ukukhuluma ngezami Kodwa ezabo angiyingeni, futhi angiyifaki Ungowami wena, ungowami wena, ungowami wena woh Ungowami wena, ungowami wena, ungowami wena woh Ungowami wena, ungowami wena, ungowami wena woh Ungowami wena ungowami wena, ungowami wena we (woah, oh) Kahleni bafana, kahleni ukungidlela umona Intombi iqoma lay'thanda khona Ngithi kahleni bafana, kahleni ukung'nyundela Intombi iqoma la ithanda khona Bangak'tshela loku ngami, bakutshele loku ngami Alikh' isoka elingenasici banomona love Bangak'tshela loku ngami, baphinde bakutshele loku ngami Hayi alikh' isoka elingenasici banomona ngawe love Nihambe kabi bafana, nasindwa zinyawo Vele bayokhuluma abantu, kodwa amandla abanawo Ukube iyathunyelwa inhliziyo, beng'zoyithumela Namhlanje ilale ngakuwe (Namhlanje ilale ngakuwe) Jikelele, jikelele Jikelele, jikelele, ngithanda wena wedwa Jikelele, jikelele Jikelele, jikelele, ngithanda wena wedwa Kahleni bafana, kahleni ukungidlela umona Intombi iqoma lay'thanda khona Ngithi kahleni bafana, kahleni ukung'nyundela Intombi iqoma la ithanda khona Bangak'tshela loku ngami, bakutshele loku ngami Alikh' isoka elingenasici banomona love Bangak'tshela loku ngami, baphinde bakutshele loku ngami Hayi alikh' isoka elingenasici banomona ngawe love
Writer(s): Mfanafuthi Ruff Nkosi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out