歌詞

Ngafa Ngafelu bala x2 Oh yini, Engabeyini Ngafa Oh Ngafelu bala x2 Oh yini, Engabeyini Bayangitshela lapho engihamba khona Bathi kimi, izintombi zami Ngafa Ngafelu bala x2 Oh yini, Engabeyini Ngafa Oh Ngafelu bala x2 Oh yini, Engabeyini Bayangitshela lapho engihamba khona Bathi kimi, izintombi zami Umangingena esibhedlela mina, ngoyifuna usizo lwempilo yam Bafike bathi baba hamba awunalutho Umangingene entholampilo mina, Ngiyofun isizo lwempilo yam Bafike bathi baba hamba awunalutho Aaaawu ngomoya wami, Aaaawu ngempilo yami Aw'ngitshele Nobuhle wami, Wena ngangthandana nawe wangibanqca nabangani bami Aw'ngtshela Aw'ngitshele Nomusa wami, Wena nganthandana nawe wangibanqca nabangani bami Ngithi Aw'ngtshela (Babe ba thatu) Kwakungamele ukuthi ningi banqce nabantu abaningi Ngobanani niyazi kulomhlaba kunezifo Kwakumele nithande mina ngedwa oh Kwakungamele ukuthi ningi banqce nabantu abaningi Ngobanani niyazi kulomhlaba kunezifo Kwakumele nithande mina ngedwa, ngedwa Aw'ngitshele Sindisiwe wami, Wena ngoba ngihlala nawe endlini bangakhe nah, ongibanqce nabo? Dhali wami, ngicela ukukhuluma iqiniso kuwe dhali x 2 Baningi, ngeke ngeke ngibaqedhe x 2 Dhali wami, ngicela ukukhuluma iqiniso kuwe dhali Aaaaaaah imihlola yini, yimihlola yami yini wangindisiyini Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka) Wangibulala sthandwa wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka) Wangibulala Nomusa wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka) Wangibulala Sindisiwe wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka) Ngikuthemebe kangaka, kanti unesandla endlini yami Aaaaaah imihlola yini, yimihlola yami yini wangindisiyini Ngikuthemebe kangaka, kanti unesandla endlini yami Aaaaaah imihlola yini, yimihlola yami yini wangindisiyini Ngikuthemebe kangaka, kanti unesandla endlini yami
Writer(s): Shwi Nomtekhala Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out