album cover
Ngafa
317,488
非洲音樂
Ngafa 由 Gallo Record Company 於 2015年1月12日發行,收錄於專輯《 》中Greatest Moments Of
album cover
最熱門
過去 7 天
00:40 - 00:45
在過去一週內,Ngafa 最常出現在 大約在下列歌曲的 40 秒處: 這首歌中
00:00
00:15
00:30
00:35
00:40
00:50
00:55
01:00
01:20
01:40
01:55
02:05
02:15
02:30
02:40
02:50
02:55
03:00
03:10
03:15
03:25
03:35
03:50
03:55
04:00
04:05
04:45
05:50
00:00
06:01

積分

演出藝人
Shwi no Mtekhala
Shwi no Mtekhala
演出者
詞曲
Shwi no Mtekhala
Shwi no Mtekhala
詞曲創作
製作與工程團隊
Shwi no Mtekhala
Shwi no Mtekhala
製作人

歌詞

Ngafa ngafel' ubala
Ngafel' ubala oh, ye yingabe yini
Ngafa ngafel' ubala
Oh, ngafel' ubala oh, ye yingabe yini
Bayangitshela laph' engihamba khona
Bathi kimi
Izintombi zami
Ngafa ngafel' ubala
Oh, ngafel' ubala oh, ye yingabe yini
Bayangitshela laph' engihamba khona
Bathi kimi
Izintombi zami
Uma ngingen' esibhedlele, mina
Ngiyofun' usizo lwempilo yam
Bafike bathi hamba baba awunalutho
Uma ngingen' emthola mpilo, mina
Ngiyofun' usizo ngempilo yam
Bafike bethi hamba baba awunalutho
Awu ngomoya wami
Awu ngempilo yami
Awungitshele Nobuhle wami
Wena ngathandana nawe
Wangibhanqa nabangaki awungitshele
Babebabili
Awungitshele Nomusa wami
Wena ngathandana nawe
Wangibhanqa nabangaki na
Ngithi awungitshele
Babebathathu
Kwangamele ukuthi ningibhanqe nabantu abaningi
Ngoba nani niyazi kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa, vo
Kwakungamele ukuthi ningibhanqe nabantu abaningi
Ngoba nani niyazi kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa, ngedwa
Awungitshele Sindisiwe wami
Wena ngoba ngihlala nawe endlini
Bangaki na ongibhanqe nabo
(Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe, dali
Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe, dali
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe, dali)
Aw yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe
(Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani)
Ngikuthembe kangaka (Wangibulala sthandwa)
Aw' kanti unesandla ekudleni kwam
(Wangibulala Nomusa wami kanti unjani)
(Wangibulala sthandwa)
Aw yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe
(Wangibulala Sindi wami kanti unjani)
Ngikuthembe kangaka (Wangibulala sthandwa)
Unesandla
(Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali)
Wayengcono kabi uZinhle
(Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani)
Written by: Shwi no Mtekhala
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...