album cover
Ukuhlupheka
17,647
Music
Ukuhlupheka 由 Bula Music 於 2004年1月1日發行,收錄於專輯《Wangisiza Baba》中
album cover
最熱門
過去 7 天
01:00 - 01:05
在過去一週內,Ukuhlupheka 最常出現在 大約在下列歌曲的 1 分鐘處: 這首歌中
00:00
00:55
01:00
01:25
01:30
01:35
01:45
01:50
03:55
00:00
04:32

音樂影片

音樂影片

歌詞

Kanti kuhlupheka kwavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Kanti kuhlupheka kwavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Kanti kuhlupheka kwavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Ho kade ngisebenzela abanye abantwana
Angina lutho angina mali
Ho kade ngisebenzela lezi ntandane
Angina lutho angina mali
Kanti kuhlupheka kwavelaphi
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Kanti kuhlupheka kwavelaphi?
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje
Mhh angidlile mh angidlile
Kwathi ngelinye ilanga ngihleli (ngingena mali)
Ngingenayo mina imalini na (ngingena lutho)
Kwathi ngelinye ilanga ngihleli (ngingena mali)
Ngingenayo mina imalini na (ngingena lutho)
Ngalala mina ngingadlile (ngacel'eNkosini)
Zehla kimina izinyembezi (ngathandaza)

Zehla kumina izinyembezi (ngathandaza)
Kazi kuhlupheka kwavelaphi?
Sekungathi ngakuthenga
Ngamalini sengaze ngihlupheke nje?
Mhh angidlile mh angidlile
Written by: Shwi no Mtekhala
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...