Lyrics

Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Mhlampe idlozi lingflathele lingflathele Mhlampe idlozi lingflathele Mhlaphe mina nginebhadi Thiwa isina mumva liyobukwa Mina ngiyobukwa nini Iminyaka ihambile Ikhalenda ngiyqedile Iminyaka ihambile Ikhalenda ngiyqedile Sebengbiza ngamagamanyana lakhaya Thiwa mina ngaloywa, ngathakathwa Ooh kodwa yini awu mesiya wami Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Awu ngithi hhayibo hhaybo hhaybo hhaybo Mina angifune mjolo ngifun'umshado Isibaya somile kukhala ibhungezi, Ithawula balahlile Sebengibiza isikorhobo ekhaya Isibaya somile kukhala ibhungezi, Ithawula balahlile Sebengibiza isikorhobo ekhaya Awe mganwami awungilamlele uphuthume Ekhaya unglobole inkomo zakho ngizokubuysela Seng'khathele umalume engshwab'lela Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Ingane kamalume ngalela langa ibigcagca Mama Ngisho nodade wethu omncane naye usewashada Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo Nami ngicela umendo
Writer(s): Aubrey Vumani Qwana Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out