Music Video

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Vocals
UDUMAKAHLE
UDUMAKAHLE
Vocals
Anzo
Anzo
Vocals
Vernotile
Vernotile
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Lyrics
Andile Ngubeni
Andile Ngubeni
Lyrics
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer

Lyrics

Ngithi ngicela nitshele isitha sami Ukuthi ang'hambi ngedwa Ngihamba nabangabonwa Abangabonwa Abadala Ngihamba noMkhulu wami uNjinga Nasempini yaseNcome Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga Ngihamba noMkhulu wami uNjinga Nasempini yaseNcome Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga Uke afike kimi nangephupho Athi mzukulu ubosibheka isandla somuntu Nami ngilele laphengilele khona ethuneni Ngenxa yaso isandla somuntu Banomona abantu Ngihamba noMkhulu wami uNjinga Nasempini yaseNcome Kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga Sonyakaza kodwa Dlozi lam Bovika phela ezitheni zam Balwisana nempumelelo yami Hamba nabani wo Dlozi lam Bovika phela ezitheni zam Balwisana nempumelelo yami Ngithi ngicela nitshele isitha sami Ukuthi ang'hambi ngedwa Ngihamba nabangabonwa Abangabonwa Abadala Maye ngiyak'zwela Ngoba laMakhehla anodlame Anodlame ngiyawazi Oh ngiya'zwela Ngoba laMakhehla anodlame Ave enodlame ngiyawazi Ubokhulum' ukhulum' ukhulum' ubuye ubal' amagamakho Ukhumbul' ukuthi nami ngineDlozi lami Ubothi mawushwashwada nabangani bakho Nihlel' ukuthi ningiqumbe phansi Ubuye ukhumbule, nami ngineDlozi and liyalwa Uyozwa sekuthiwa nimbon' enje Isimo sesinje Wafaka unyawo lakhe lapho elingafakwa khona Manje ziyamnetha Nj'oba nibona nje kunje Impilo isinje Akahlanyi ekhanda ObabaMkhulu abamthwalisa umqhele ogcwele nje ameva Ameva Yingakho mina ngithi Ngicela nitshele isitha sami Ukuthi ang'hambi ngedwa Ngihamba nabangabonwa Abangabonwa Abadala Maye ngiyak'zwela Ngoba laMakhehla anodlame Anodlame ngiyawazi Oh ngiya'zwela Ngoba laMakhehla anodlame Ave enodlame ngiyawazi
Writer(s): Mfanafuthi Ruff Nkosi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out