Lyrics

Ngikhumbul' uma Ak'savumi, uma Ang'sakhoni Ngikhumbul' uma Ngith' ak'savumi Ng'khumbul' uma Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo Tha, bafwethu ngek' ni-understand Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo Tha, bafwethu ngeke ni-understande Uyojabula mang'fika Athi uShembe uyaphila Kule'ngozi zom'gwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila Beka i'khwama ke Msamu Land' impepho kagogo erondweni Ng'phahle, ngikhulume nabadala, ng'batshele usemagcekeni Imvul' iyana emakhaya Ses'phelile amakhaza Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' i-heater ngob' ngempela uzong'gcwaba Yaz' uma, av'unamahlaya Ngek' ushone ng'sak'thanda K'yoba is'busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada Ngob' uyokwazi 'th'ukung'bonisa Mase zing'buyela emshadweni Ngoba uyokwazi 'th'ukung'duduza Mase zing'buyela ng'thi emshadweni Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni Ngikhumbul' uma 'Thi ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni Ngikhumbul' uma Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo Tha, bafwethu ngek' ni-understand Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo Tha, bafwethu ngek' ni-understand Into eng'ythanda ngekhaya Ukuthi ekhaya, ak'ngenwa ngemali Noma ng'ngasebenzi umama ung'thanda ngingenani Nom' umhlaba ungang'shaya uzong'thulisa athi, "mntanam' ungakhali" 'Bukek' ukhathele, awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni Ngikhumbul' uma Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni Ngikhumbul' uma Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo Tha, bafwethu ngek' ni-understand Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Writer(s): Simone Benussi, Jabulani Hadebe Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out