Lyrics

K'thiw' umama uyakhala ekhaya Uthi mtanami ng'cela uganwe Ngamtshel' uthando lwamanje Selihlukile manje l'gcwele udlame Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami Kodwa ng'cel' uzame Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje Luth' iy'ngane Kuyoze kube nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Yeka uk'shela uyemsamu Awazi umfazi uyacelwa Kuyoze kube nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Yeka uk'shela uyemsamu Awazi umfazi uyacelwa Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela Ng'fane nezinye insizwa nami Nawe mama uy'qhenye ngami Okwahlula ubaba ukubone ngami Sengilimale kakhulu othandweni Inhliziyo yami iyopha ma Yizo zonke lezo izathu zami Mama uzongixolela ngalenqumo zami Ngiyazi bayakpiklela bathi "Gibi gibi" Libi kabi Wemfazi ongazalanga Uyothi wabonani Gabi, gabi Gabi, gabi Wemfazi ongazalanga Uyothi wabonani Mhla ziw'shaya emabaleni akwami K'thiw' umama uyakhala ekhaya Uthi mtanami ng'cela uganwe Ngamtshel' uthando lwamanje Selihlukile manje l'gcwele udlame Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami Kodwa ng'cel' uzame Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje Luth' iy'ngane Kuyoze kube nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Yeka uk'shela uyemsamu Awazi umfazi uyacelwa Kuyoze kube nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Amantombazane ayefana Nalona omusha uyok'xaka Kuyoba nini ubaleka Kuyoba nini ubayeka Yeka uk'shela uyemsamu Awazi umfazi uyacelwa
Writer(s): Joe Mawson, Connor Green Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out