album cover
QUEEN MAMA
63
Afro-Beat
QUEEN MAMA was released on November 17, 2025 by 5169832 Records DK as a part of the album UTHINGO
album cover
AlbumUTHINGO
Release DateNovember 17, 2025
Label5169832 Records DK
LanguageEnglish
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM111

Credits

PERFORMING ARTISTS
THINGO M
THINGO M
Harmony Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mongameli-M
Mongameli-M
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
SUNO
SUNO
Producer

Lyrics

Mama Wami Ngiyabonga Ngokungikhulisa
Noma Ubuhlungu Ngikuzwisa
Kodwa Wena Njalo Uyangiqondisa, Ngesizotha Uyangibonisa
Mama Wami Ngiyabonga Ngokungikhulisa
Noma Ubuhlungu Ngikuzwisa
Kodwa Wena Njalo Uyangiqondisa, Ngesizotha Uyangibonisa
Ungikhulisile Kunzima Mama
Uwa Uvuka Nami Mama
Noma Ngigula Uyangivusa
Umphefumulo Wami Uyawududuza
Nkulunkulu Umvikele Njalo Umama!
Noma Ngilahleka Mama Uyangilanda
Ngidiniwe Umoya Wami Udangele Uyangithanda
Uyamangalisa Mama
Mana Njalo Mama!
Mama Wami Ngiyabonga Ngokungikhulisa
Noma Izinhlungu Ngikuzwisa
Kodwa Wena Njalo Uyangiqondisa, Ngesizotha Uyangibonisa
Mama Wami Ngiyabonga Ngokungikhulisa
Noma Ubuhlungu Ngikuzwisa
Kodwa Wena Njalo Uyangiqondisa, Ngesizotha Uyangibonisa
Akukho Mbali Enhle Njengawe
Akukho Langa, Eliqhakaze Njengawe
Nankanyezi Ekhazimula Njengawe
Nagolide Elibiza Njengawe
Mama Ungukukhanya!
Ngiyakuthanda Salukwazi Sami
Ngiyakuthanda Sithandwa Sami
Ngiyakuthanda Ngelozi Yami
Ngiyakuthanda Kuphila Kwami
Qina Njalo Mama Wami!
Mana Njalo Qhawekazi Lami
Uze Udle Izithukuthuku Zami!
Ngizozifeza Zonke Izifiso Zakho
Ngizokubonga Nangothando Lwakho
Mama Wami Ngiyabonga Ngokungikhulisa
Noma Izinhlungu Ngikuzwisa
Kodwa Wena Njalo Uyangiqondisa, Ngesizotha Uyangibonisa,
Written by: Mongameli Mazongolo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...