album cover
UTHANDO LWETHU
213
Afro-Beat
UTHANDO LWETHU was released on November 17, 2025 by 5169832 Records DK as a part of the album UTHINGO
album cover
AlbumUTHINGO
Release DateNovember 17, 2025
Label5169832 Records DK
LanguageEnglish
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM107

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
THINGO M
THINGO M
Harmony Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mongameli-M
Mongameli-M
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
SUNO
SUNO
Producer

Lyrics

Kwaze Kwakuhle Okubonwa Ngamehlo Ami
Yebo Usangiphethe Kahle Sthandwa Sami
Baby Isasha Ngawe Inhliziyo Yami
Thatha Nasi Isandla Sami!
Kwaze Kwakuhle Okubonwa Ngamehlo Ami
Yebo Usangiphethe Kahle Sthandwa Sami
Baby Isasha Ngawe Inhliziyo Yami
Thatha Nasi Isandla Sami!
Wena Uyawuthokozisa Umqondo Wami
Ngizibone Ngimoyizelel Ubala
Ngikhumbule Mina Nawe Sisaqala
Ngisho Lapho Ungithinta Ngovalo Ungiqala
Udinwe Ngikubone Ukhala
Oh Thula My Baby Ngoba Mina Lokhu Angikujwayele
Ungihleke Uphinde Udelele
Ngikubambe Mase Siyaqabulana
Sithandane Lapho Siyagomondelana
Sifudumezane Bese Siyadedelana
Kwaze Kwakuhle Okubonwa Ngamehlo Ami
Yebo Usangiphethe Kahle Sthandwa Sami
Baby Isasha Ngawe Inhliziyo Yami
Thatha Nasi Isandla Sami!
Phela Wena Uyimbali Ekhayeni Lami
Siphalaphala Angikuthandi Sengiyasangana
Ngizokweshela Noma Sesithandana
Namhlanje Naphakade Dali Ngiyokuthanda
Sondela Ungasuki Kimi Bamba Isandla
Asishade Ngoba Mina Naw Sisemathandweni
Angisoze Ngakwephul Inhliziyo Othandweni!
Kwaze Kwakuhle Okubonwa Ngamehlo Ami
Yebo Usangiphethe Kahle Sthandwa Sami
Baby Isasha Ngawe Inhliziyo Yami
Thatha Nasi Isandla Sami!
Kwaze Kwakuhle Okubonwa Ngamehlo Ami
Yebo Usangiphethe Kahle Sthandwa Sami
Baby Isasha Ngawe Inhliziyo Yami
Thatha Nasi Isandla Sami!
Written by: Mongameli Mazongolo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...