album cover
ISILILO DELA
6
Afro-Beat
ISILILO DELA was released on November 17, 2025 by 5169832 Records DK as a part of the album UTHINGO
album cover
AlbumUTHINGO
Release DateNovember 17, 2025
Label5169832 Records DK
LanguageEnglish
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM109

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
THINGO M
THINGO M
Harmony Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mongameli-M
Mongameli-M
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
SUNO
SUNO
Producer

Lyrics

Sengakhala Mihlanamalanga Sengidelile
Kwanele Manje Ungihlukumezile
Inhliziyo Ivuza Igazi Lapho Ukhona Dela
Nkulunkulu Ngenelela Sekuyazwela
Angisayazi Injabulo Ngoba Songiqedile
Angiselutho Mina Ngoba Sengiphelile
Akunakuba Kuyashisa Noma Kuyabanda Ngoba Ngihlala Njalo Ngikhalile
Uthando Sengiyalwenyanya Noma Sowungalile
Ikusasa Lami Sowulibulalile
Namuhla Sengiyifunda Ivaliwe
Ngiphumula Mungekho Ngoba Uma Ukhona Ngihlala Njalo Ngikhalile
Sengakhala Mihlanamalanga Sengidelile
Kwanele Manje Ungihlukumezile
Inhliziyo Ivuza Igazi Lapho Ukhona Dela
Nkulunkulu Ngenelela Sekuyazwela
Umama Umshiya Enjongoshephisi Ngoba Somhlafunile
Awusimuntu Ngoba Umuntu Umshiya Ebolile
Intombi Uyishiya Ibhayiza Ehlane Ngoba Ubuntombi Sobuthathile
Wena Njalo Uhlala Ungithumile
Nginolwazi Ngomhlaba Sengahlala Ngijulile
Abantu Abasha Namuhla Kabaganile
Kawuboni Yini Ukuthi Ukuhlukumeza Akulungile
Uhlukumeza Kwasani Akunakuba Kafundile
Umhlukumezelani Ngoba Umshade Umthandile
Kawusuke Ebantwini Ngiyakuthandaza
Sengakhala Mihlanamalanga Sengidelile
Kwanele Manje Ungihlukumezile
Inhliziyo Ivuza Igazi Lapho Ukhona Dela
Nkulunkulu Ngenelela Sekuyazwela
Umuntu Umshiya Ekhubazekile
Udonga Ulishiya Lihlakazekile
Ngoba Ulishaya Njalo Uma Ukhathazekile
Ngingathi Uyinja Ngoba Umuntu Uyamnakaza
Ngawe Angisakwazi Nokufakaza
Ukhulile Umdala Lento Oyenzayo
Iyangimangaza
Nami Ngiyeke Ngiphile Impilo Emnandi
Uvele Ungiyeke Uma Ungasangithandi
Lokhu Kwathi Nhlo Ungihlukumeza
Sekwasha Nezwi Ngimemeza
Ngiyakuncenga Boh Pheza
Nami Nginamaphupho Engifuna Ukuwafezi
Sengakhala Mihlanamalanga Sengidelile
Kwanele Manje Ungihlukumezile
Inhliziyo Ivuza Igazi Lapho Ukhona Dela
Nkulunkulu Ngenelela Sekuyazwela,
Written by: Mongameli Mazongolo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...