Lyrics

Auuw gege la'gege ntombi za mgegele Awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya (Za shelwi Intombi wee nfana) Intombi ishelwa nga manga Ng'the an'gsi Isghebengu Ng'the ang'phuzi, ang'bhemi Intombi ishelwa nga manga Ng'the ang'si Isghebengu mina sisi Ang'phuzi, ang'bhemi Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha? Ma ung'khipha ung'khiphe ek'hluphekeni, ung'fake entlizweni yakho Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha? Ma ung'faka ung'fake entlizweni yakho, ung'khiphe ek'hluphekeni Wee ntombi a ume lapho (nayi inkulumisano) Miss'wa imina, umisswa uMendo (umshato okhulumayo) Eish Ng'the yaz ng'lahle inumber yami (okwami kwe zangca) Ng'cele ung'nike yakho (ng'yazi iqala ngo zero) Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke Jikeleleee Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke Jikeleleee Intombi ishelwa nga manga Ng'the ang'si Isghebengu mina sisi Ang'phuzi, ang'bhemi Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha? Ma ung'khipha ung'khiphe ek'hluphekeni, ung'fake entlizweni yakho Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha? Ma ung'faka ung'fake entlizweni yakho, ung'khiphe ek'hluphekeni Wee ntombi Ng'the a uqonde Lashoni ilanga Ngi k'tsheli into uyodwa Habeee Lahl' uk'dlala ngami umuntu omuhle Thanda mina ng'thande wena ngeke ngi k'didise eish Mhlambi ukhathele Nje ngoba ng'bongakola kanje Knin' ugijima enqondweni yami baby aw'phumule Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke Jikeleleee Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke Jikeleleee Intombi ishelwa nga manga Ng'the ang'si Isghebengu mina sisi Ang'phuzi, ang'bhemi Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha? Ma ung'khipha ung'khiphe ek'hluphekeni, ung'fake entlizweni yakho Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha? Ma ung'faka ung'fake entlizweni yakho, ung'khiphe ek'hluphekeni
Writer(s): Makhubo Sihle Jabulani, Nkosi Ruff Mfanafuthi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out