Lyrics

Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini? Uthando lungbeka emafini Oh love wanelisa imizwa yami Oh love wena ulithemba lami Oh love wanelisa imizwa yami Oh love wena ulithemba lami Baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Baby baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini Uthando lungbeka emafini Baby noma inini uhlele wazi unekhaya lakimi Noma ungenami, imizwa yami iyakhubiza Ithi sondela, baby ngithi sondela la kimi Ngithi sondela, baby ngithi sondela lakimi Baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Baby baby Mfundumalo yami yasebusika Umoya wami uhlalu-happy Uwena wedwa ongokhethekile Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini? Uthando lungbeka emafini Sthandwa anginawo aminingi Injabulo yakho igcwele kimi Inhliziyo yami ingaba yini? Uthando lungbeka emafini Noma ungenami babe
Writer(s): Siyabulela Ndumiso Mdletshe, Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out