Lyrics

Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Baby mawukwatile, kumel' uhlekiswe yim' 'Buya emsebenzin', u-massage-we yim' Only tears of joy, maw'khaliswa yim' Baby mang'lambile, kumel' udliwe yim' Ukuthi umuhle akumel' uzazi, kumele utjelwe yim' Engizok'tjela kona, ukuthi uthandwa ndim' Noma mawugodhola, ufudunyezwe yim' Lo thando ngizolvikela, ipoyisa yim' Ngiyazi unakho konke awudhingi lutho kimi Ngicel' into eyodwa vo Ung'nike ithuba, ngibe yindoda Lokho kungaba yis'busiso kimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Kumel' uvuswe yim', alarm yakho yim' Kiss wok'qala ekseni, kumel' unikwe yim' Amanzi ebhavini, uvulelwe yim Njalo mawuqed' uk'geza, ugqotjiswe yim' Baby khohlwa yi-mirror, is'buko sakho yim' Hayi ubuhle obungaka, bufanelwa yim' Ntambama baby, 'zophekelwa yim' 'Nkinga zakho ezam', kumel' usizwe yim' Mawuy' empin' namaphuph'akho, usaba, kumel' uphelezelwe yim' Mpilo mayik'qwaga oh, kumel' ulwelwe yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Angith' wena uyintombi yami Angith' washelwa yimi Manje ufun' uk'thini ngempela? Lana indoda yimi Ngiy'misele ukuk'sula iinyembezi Noma angakhishwanga yim' Usungowami, inkinga zakho ezami 'Nkinga zakho ezami 'Nkinga zakho ezami 'Nkinga zakho ezami 'Nkinga zakho ezami
Writer(s): Ruff Nkosi Mfanafuthi, Sihle Makhubo Jabulani Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out