album cover
UTHINGO
20
Afro-Beat
UTHINGO was released on November 17, 2025 by 5169832 Records DK as a part of the album UTHINGO
album cover
AlbumUTHINGO
Release DateNovember 17, 2025
Label5169832 Records DK
LanguageEnglish
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM113

Credits

PERFORMING ARTISTS
THINGO M
THINGO M
Harmony Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mongameli-M
Mongameli-M
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
SUNO
SUNO
Producer

Lyrics

Uthingo Luletha Injabulo
Lwalukhona Nasemandulo
Uthingo Uzanezimpendulo
Ukuhleka Kwakhe Kukhazimula Phezulu
Izandla Zakhe Zibamba Amaphupho Amakhulu
Isithembiso Esikhanya Kunegolide
Ithemba Elivela Kumdali Masigide
Uthingo
Uthingo
Dansa Mahhala
Ithemba Ngemibala
Iphakade
Uthingo
Thingo Lwami
Yandisa Ukuphila Kubantu Kakhulu
Ukhazimula Phezulu
Yelula Izingalo Zakho Ungaphezi
Thinta Isibhakabhaka Esingapheli
Thingo Luka Mongameli
Uzokhanya
Uzokhula
Thingo Khanyisa Lapho Singakwazi
Umhlaba Uzokwazi
Ithambile Njengamafu
Kodwa Ugabe Ngomqondo Wakhe
Uhambo Lwakhe Ngolwakhe
Uzohamba Yedwa
Kodwa Zonke Izinyathelo Zishiya Izinhlansi Ngemuva
Uzokwakha Ikusasa Alungise Nemuva
Umzila Wokukhanya Ukuze Izinhliziyo Ziwuthole
Nabaphuke Izinhliziyo Baphole
Nasothandweni Bakholwe
Abanezilonda Ngaphakathi Baphole
Uthingo
Uthingo
Vuka Usebenzele Isizwe
Amehlo Akho Azophilisa Konke
Uthingo
Thingo Lwami
Yandisa Ukuphila Kubantu Kakhulu
Ukhazimula Phezulu
Yelula Izingalo Zakho Ungaphezi
Thinta Isibhakabhaka Esingapheli
Thingo Luka Mongameli
Uzokhanya
Uzokhula
Thingo Khanyisa Lapho Singakwazi
Umhlaba Uzokwazi
Written by: Mongameli Mazongolo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...